Umphakathi ungathinta lesi sikhungo uthole usizo ngokushayela inombolo yamahhala ethi: 0800 005 133. Lesi sikhungo esisezingeni eliphezulu kwezokuxhumana nobuchwepheshe, sinabasebenzi abakwazi ukunikeza umphakathi izeluleko nolwazi mayelana nezempilo kanye nanoma yiluphi ulwazi nemininingwane edingwa yilowo oshaye ucingo. Uma nje kuphathelene nezempilo uyaluthola usizo.
Lesi sikhungo esisebhilidini iNatalia, okuyiNhloko Hhovisi yomNyango wezeMpilo eMgungundlovu, sinabasebenzi abaqeqeshelwe ukunikeza usizo kunoma ngubani oxhumana naso. Inhloso yokusungulwa kwalesi sikhungo ukunikeza umphakathi wonkana usizo lwezempilo ngaso sonke isikhathi ngokusebenzisa izinsiza zokuxhumana ezifana nemisakazo, isikhahlamezi, i-email, imiyalezo ethunyelwa ngomakhalekhukhwini (sms) kanye nocingo.
Uqhube wathi, Lesi sikhungo siwusiz kithini kwezosizo oluphuthumayo ngoba uma umphakathi uhlaba umkhosi siyakwazi ukusheshe sifike lapho sidingeka khona ngoba lesi sikhungo sinobuxhakaxhaka obusiza abasebenzi bezimo eziphuthumayo bakwazi ukuyalelwa lapho kudingeka usizo khona ngaphandle kokuchitha isikhathi befuna leyo ndawo.
Futhi lesi sikhungo siyakwazi ukuthumela imiyalezo esiqaphisayo uma kungenzeka kuba khona izimo zezinhlekelele sikwazi ukuma ngokumumo, kuchaza uNtsobi.
Ingxenye enkulu yezincingo esezamukelwe kulesi sikhungo ivela kubantu abafuna ulwazi nosizo maqondana ne-HIV nengculazi kanti abanye bafuna ulwazi mayelana nemishanguzo, "Kuyajabulisa ukubona ukuthi lesi sikhungo siyakwazi ukusiza ngokunikeza ulwazi abantu abafuna usizo mayelana ne-HIV ne-AIDS okusho ukuthi nathi siphosa okuthize esivivaneni ekufundiseni umphakathi. Esikubonile wukuthi baningi nabantu abebefuna ukwazi ngesimo sezempilo sakulesi sifundazwe ngoba befisa ukuvakasha nokusho ukuthi siba nomthelela kwezokuvakasha," kuchaza uNtsobi.
Uhlobo lwezincingo ebezifika kulesi sikhungo luhlanganisa lezo zabafuna ukubika izinto ezifana nenkohlakalo, izigameko zokuhlukunyezwa, ezokukhwa-banisa, ababika abadukile, ababika izingozi, abafaka izikhalo mayelana nezabasebenzi kuze kufike kulabo abafaka izikhalo. Zonke izikhalo ziyalandelwa futhi ziphenywe.
Njengoba sesiya emaholidini okuphela konyaka kubonakala sengathi lesi sikhungo sizoba nomkhulu umthelela ekulethweni kosizo lwezempilo emphakathini nasekuletheni usizo lwezokuxhumana uma kwenzeka kuba nezimo zezinhlekelele ngalesi sikhathi.
Khuluma nathi. Silalele. Amahora angu-24 ngosuku.
Akapholisanga maseko uKhuzwayo njengoba wavele walithatha ithuba waba yingxenye yalabo ababa ngabokuqala ngqa kulesi sikhungo ukuthi badle imithi yokudambisa isifo sengculazi eyaziwa njengama-antiretrovirals.
Yize impilo kaKhuzwayo nabanye abangu-abangu-506 abavakashela lesi sikhungo isikhombisa umehluko umkhulu ezimpilweni zabo kusukela baqala ukuthatha imishanguzo, kodwa ubhekene nobunzima obukhulu ekhaya njengoba umyeni wakhe engafuni kuzwa lutho ngesifo sengculazi.
Wake wazama ukuthi akhulume ngaso ngemuva nje kokuthi ethole ukuthi unaso kodwa umyeni wakhe wala waphetha ukuzwa ngaleyo ndaba.
Indlela abantu abesilisa kwekhulu abesilisa.
Ngabe lokhu kubangwa yini?
Ngokusho kukaNzuza lokhu kubangelwa yizinto eziningi okubalwa kuzo indlela azibheka ngayo amadoda emphakathini.
UNzuza uthi kokhona izigameko lapho izithandani ikakhulukazi ezamadoda zingafuni khona ukubonakala zidla imishanguzo ngendlela yokuthi baze baqome ukuthi bantshontshe leyo enikezwe omkabo.
Omunye weziguli zethu weza kithi ekhala ngokuthi imithi yakhe iyanyamala. Ngesikhathi senza uphenyo sathola ukuthi umyeni wakhe kade entshontsha amaphilisi akhe. Sase siyamchazela ke ukuthi kuyingozi kangakanani ukungayilandeli imigomo uma usebenzisa imishanguzo njengoba igcine ingasasebenzi kuchaza uNkk Nzuza.
Umnyango weZempilo usunxusa abesilisa ukuthi nabo balusebenzise uhlelo lukahulumeni lokuthola imishanguzo mahhala.
Ngaphandle kwezinkinga ezikhona ohlelweni lwemishanguzo zokungalandeli kahle indlela yokusebenzisa imithi, uhlelo luhamba kahle kakhulu.
Lezi zikhungo zitholakala kuzo zonke iziyingi ezingu-11 kulesi sifundazwe.
Lezi zikhungo zinezinhlelo ezibhekelela abadala, izingane kanye nabesimame abakhululwe.
UNzuza uthi abantu abanikezwa imishanguzo yilabo abane-CD 4 count engaphansi kuka-200. Inani legciwane lengculazi emzimbeni womuntu libizwa nge-viral load. Odokotela baye babheke inani le-viral load emzimbeni uma belapha isiguli ngoba ukwehla kwayo kusho ukuthi imithi iyasebenza.
Ukwenyuka kwe-viral load emzimbeni womuntu osebenzisa imishanguzo, kungabangelwa ukuthi isiguli sesinekinga yokuthi imithi ayisasebenzi kuso noma ukuthi imithi ayithathwa ngendlela.
Imishanguzo isebenza kahle uma ithathwa njengokomyalelo womhlengikazi noma udokotela. Ukweqa izikhathi zokudla amaphilisi kungabangela igciwane lande futhi nokuthi angcine engasebenzi emzimbeni.
UQALE NINI UKUSEBENZA EMNYANGWENI WEZEMPILO NGIQALE ngo-Januwari nonyaka ngemuva kokuphothula izifundo zami eNyuvesi yaseStellenbosch, eNtshonalanga Kapa. Njengamanje ngisebenza esibhedlela -Osindisweni, lapho ngenza unyaka wami wokusebenzela umphakathi (community service). Ngikuthokozela kakhulu engikwenzayo?
Kwafika uDkt Suraya Naidoo owangazisa ngenhloso yokuqala lolu hlelo wabe esefisa ukuthi ngibe yingxenye yalo njengoba vele ngingumeluleki kwezokudla (dietician). Ngokomsebenzi kumele ngikwazi ukusiza labo abaswele ukudla ngisize nemindeni ikwazi ukuxosha indlala emakhaya. Ngamuva-ke ukuba yingxenye yalolu hlelo kwase kuthi ngoJulayi nonyaka saluqala uhlelo kulesi sibhedlela kanti yimi engibhekelela ukuthi konke kuhamba ngononina. Iziguli engizibonayo yilezo ezisuke zedluliselwe kimi ngudokotela, umhlengikazi noma ngabanye abasebenzi bezempilo uma besibona isiguli ukuthi siyentula.
Sengikwazile ukuzibonela ububha kanye nokuhlupheka okubhekene nabantu bakule ndawo futhi kuyadabukisa. Sengike ngahlangabezana nezingane ezingondlekile ngoba kungekho ezingakudla emakhaya. Ngibona ogogo nomkhulu bebhekene nomthwalo nosizi lokukhulisa bondle izingane zabantababo eseziyizintandane.
Uma ngikwazi ukusiza ngisho noma ngabe ngumuntu oyedwa ngiyazi ukuthi ngizokwazi ukuqhubeka nalolu hlelo. Ngijabula kakhulu uma ngibona umuntu obekade ondile eseqala ukukhuluphala emamatheka ngoba ethole ukudla naye afake okuthize esiswini.
Yebo, ngesinye isikhathi kuba nzima ukubona ngempela ukuthi ngubani oswele nongeswele. Kukhona nje abake bafike benakho ukudla emakhaya kodwa beze bazocela ukudla ngoba ebefuna ukuphiwa mahhala. Yize kunjalo sizama ngakho konke okusemandleni ukufinyelela kulabo abadinga usizo ngempela. Njengoba lolu hlelo luya ngokuthuthuka ngithemba ukuthi sizoletha usizo nempilo engcono kwabaningi.
Ngiyathanda ukuvakashela olwandlela nokuxoxa nabangani bami.
AKUBA umNyango usuzame ngazo zonke izindlela ukunciphisa umalaleveva kulesi sifundazwe, kusabalulekile ukuzivikela uma uzoba nohambo olukuyisa ikakhulukazi enyakatho yeKwaZulu-Natal. Ukuzivikela okugcono kunakho konke yilokho okufanele wena uzisize ngakho ngoba omasikito batinyela kakhulu ngokuhlwa. Akhona amaphilisi ongawasebenzisa ukuzivikela kumalalevela. Uma unokungabaza, buza emtholampilo oseduze nawe, isibhedlela noma udokotela.
Iba nesiqiniseko sokuthi leyo mithi oyitholile uyisebenzisa ngendlela.
Gcobisa isixosha zinambuzane emzimbeni wakho.
Njengoba ihlobo lingena izifo ezifana nesifo sohudo kanye nomalaleveva kulindeleke ukuthi ziphinde ziqubuke. Njengoba kusazoba nezimvula umNyango uthanda ukukhumbuza umphakathi ngendlela okufanele izivikele ngayo lezi zifo.
kusendlini. Vala amafasitela kwesifo se-cholera, ungakwazi kusemqoka kakhulu.nezicabha ebusuku. Futha izifutho ukuhambela izindawo esezike Ungavumeli izingane zidlalezokubulala izinambuzane nomiyane zahaqwa yi-cholera uma uzolandela emaxhaphozini anamanzi angcolile.ebusuku.
ISIFO SOHUDO nokuhlanzeka. sokuphepha ngamanzi endaweni Ukugeza izandla ngaphambi ethile, kungaba ngumqondo omuhle kokuba udle, ukugeza imfino ukuba uwahlanze amanzi Nakuba isifundazwe saKwaZulu-nezithelo kanye nezandla ngemuva ngaphambi kokuba uwasebenzise.
Bilisa amanzi ngaphambi kokuba uwasebenzise.
Hlanza amanzi ngokuthi wengeze i-teaspoon elilodwa lesibulali-magciwane i-bleach, esikalini samanzi angama-litha angamashumi amabili anhlanu. Ngemuva kokwenza lokhu wayeke amanzi ahlale isikhathi esingamahora amabili ngaphambi kokuba uwaphuze.
Ukupheka ukudla kuvuthwe kahle, ukubilisa noma ukufaka i-bleach emanzini okuphuza nokugeza izandla kungasiza ukuvikela ukwanda kwalesi sifo.
Ukuphekisisa kahle ukudla kuyawabulala amagciwane adala i-typhoid. Kumele upheke inyama, inhlanzi nemifino kuvuthwe kahle. Ukudle kusashisa.
Geza izandla ngaphambi kokuthinta ukudla.
Hlanza izitsha ngamanzi anensipho.
Geza isithebe oqobela kuso ngamanzi anensipho.
Ukuhluba amakhasi kuyakuvikela kwi-typhoid.
Yidla izithelo ezisanda kususwa amakhasi njengama orintshi nobhanana.
Ngisho noma ngabe isithelo sibukeka sihlanzeke kanjani, amanzi angaba nayo i-typhoid.
Amanzi ahlanzekile nawo ayaba nayo ityphoid uma engahleli endaweni evikelekile.
Amanzi ahlanzekile wagcine esitsheni esihlanzekile esinesivalo esincane.
Wasebenzise ngaphambi kwamahora amane.
Amanzi kumele uwathululele esitsheni ungafaki isitsha kumbe inkomishi ebhakedeni ofake kulo amanzi.
Amagciwane athwala ityphoid mancane kakhulu.
Ungawathwala ngezandla ngaphandle kokuthi uwabone.
Uma ugeza izandla qiniseka ukuthi usebenzisa amanzi anensipho ebese uhlambulula ngamanzi amaningi.
Geza izandla uze ugeze nezinzipho. Sebenzisa indlu yangasese.
Indle yezingane kumele uyilahle kude noma uyigqibe.
Inhloso yokugubha lolu suku ukuqwashisa abantu emhlabeni wonke mayelana nezimo zokuvikela nokwelapha isimo sokulahlekelwa wukubona.
Njengoba kunezibhedlela ezilishumi nantathu kulesi sifundazwe saKwa-Zulu Natal, ezikwaziyo ukunikeza usizo ngokwelapha nokuxilongwa kwamehlo, wonke umphakathi wakulesi sifundazwe ungathola usizo lokuvikela ukungaboni.
Kwelashwa abantu abathathu kwabahlanu abangaboni ngenxa yongwengwezi olubizwa nge-cataract.
Ukuvikelwa kanye nokwelashwa kwesimo sokungaboni kungezinye zezinto eziyizindleko ezikhokhelwa ngumNyango wezeMpilo, futhi uyaphumelela ekunciphiseni isibalo sabantu abahlaselwa yi-cataract nokungadala ukuthi bagcine bengasaboni emehlweni.
Lokhu kubandakanya ukususa ungwengwezi kanye nokunye okukhubaza amehlo. Kuphinde kubandakanye ukugomela isifo sesimungumungwane kanye nokunikezwa kwamavithamini ebantwaneni ngenhloso yokuvikela ukungaboni ezinganeni kanye nokuhlinzekwa kwezibuko zamehlo.
Imbangela enkulu kulaba bantu eyenza ukuthi bangaboni, ungwengwezi oluvala amehlo luphazamise ukubona.
Babalelwa kumaphesenti angu-60 abantu abangaboni ngenxa yalolu ngwengwezi. Abantu abathathu kwabahlanu abangaboni emehlweni basuke benalolu ngwengwezi.
Uma unalolu ngwengwezi ugcina ubona ngokufifiyela futhi kungaphazamisa impilo yakho nokuzenzela izinto ngaphandle kokusizwa.
Isimo sokungaboni esingelapheka sihlasela kakhulu kubantu abantula kakhulu, ikakhulukazi abesifazne ezindaweni ezisemakhaya ngoba abanye abanalo ulwazi lokuthi bangaluthola usizo.
Ukwehliswa kwezinga lokubhebhetheka kwesimo sokungaboni esingelapheka ngonyaka ka-2020 kwesekwa kakhulu ngumNyango.
Ukuphazamiseka kwesimo sokubona kumuntu kunemithelela eminingi imibi kanti futhi kuthinta yonke imikhakha yezentuthuko, ezomnotho kanye nempilo efanele.
Le nhlekelele yengozi iphuce umNyango amalungu awo njengoba bonke abasebenzi balo mnyango bewumndeni owodwa. SingumNyango wezeMpilo sithanda ukwedlulisa amazwi enduduzo emndenini wakwaChanda nowakwaMbatha kanye nakozakwabo. UNgqongqoshe wezeMpilo, uNkk Peggy Nkonyeni, iNhloko yomNyango uSolwazi Green-Thompson kanye nabo bonke abasebenzi bomNyango wezeMpilo bafisa ukwedlulisa amazwi enduduzo emindenini yaboshonile. "Abasebenzi bethu kwezosizo oluphuthumayo basebenza ubusuku nemini ngakho ukudlula kwabo emhlabeni akusilo nje usizi kuthina emNyangweni nasemndenini yabo kodwa silahlekelwe sonke," kusho uNgqongqoshe uNkonyeni.
SHOKOLEDI, uswidi, amakhekhe, ama-chips ungakubala kube kuningi-sonke sike sifikelwe yisikhathi sokudla izinto ezimndani ezinoshukela omningi namafutha. Kubantu abasha abaningi lezi Kunezinto ezintsha zinhlobo zokudla ziyingxenye yempilo yabo ezisetshenzisayo uma yansuku zonke. Kodwa konke lokhu kwaphela kuhlolwa izinga kuLelethu Gxagxisa oneminyaka yobudala likashukela egazini, engu-20 ngesikhathi ethola ukuthi unesifo futhi kulula sikashukela. Kwavele kwacaca nje ukuthi ukuzisebenzisa njengayo uLelethu ngeke athole ithuba lokuzitika le ntombazanyana ngezibiliboco ezifana no-pudding no-ice cream ngoKhisimusi njengoba athola ngosuku olwandulela uKhisimusi ukuthi unalesi sifo. Kwadingeka ukuthi aqale uhlelo lokudla kusho uLelethu.
ULelethu, owenza izifundo ze-Web Design uthi ngendlela efanele nokudla izinhlobo zokudla Uthi yize ephila nesifo sikashukela kodwa zazikhona izimpawu ezazikhomba ukuthi ezithize futhi kwadingeka ukuthi aqale uphila impilo efanayo neyawo wonke umuntu ungenwa yisifo sikashukela. ukuzijova ngomjovo we-insulin kane ngosuku. osemusha.
Ngangichama njalo, ngoma kakhulu noma "Kwangithatha isikhathi ukuthi ngijwayele, "Ngiphila kahle futhi ngiyayithokozela impilo ngabe ngiphuze isiphuzo esibandayo kakhulu kodwa manje sengijwayele nabangane bami yama nezifundo zami ngiyazinakekela futhi noma amanzi kwakuzifanela nje. Ngangihlala esikoleni bayangikhumbuza ukuthi ngijove. angizikhandli kakhulu," kuchaza uLelethu.
ngikhathele ngozele namehlo ami ezivalekela, Nginohlobo lika-Type 1 lesifo sikashukela Uthathe ithuba lokweluleka abanye kusho le ntokazi.
Ngesikhathi eya esibhedlela ukuyohlola izinga uLelethu. sikashukela ukuba bathole usizo lwezempilo likashukela egazini, uLelethu wathola ukuthi Le ntombazane ijova njalo uma sekusele ngokushesha.
izinga likashukela liphezulu kakhulu.
Ngaba nakho ukwethuka kodwa umndeni phakathi kwamabili. bayiphuze imithi kumbe amaphilisi wami kanye nabangane bami bebengeseka "Manje ngidla ukudla okuthoswe kuhhavini abawanikeziwe futhi balandele uhlelo lokudla futhi bekuqonda okwakwenzeka," kusho (grilled), okubilisiwe, okungenawo amafutha ukudla okunempilo njengoba besuke beyaleliwe uLelethu. futhi akufanele ngidle usawoti noshukela," ngudokotela," kusho uLelethu.
SHOKOLEDI, uswidi, amakhekhe, ama-chips ungakubala kube kuningi-sonke sike sifikelwe yisikhathi sokudla izinto ezimndani ezinoshukela omningi namafutha. Kubantu abasha abaningi lezi Kunezinto ezintsha zinhlobo zokudla ziyingxenye yempilo yabo ezisetshenzisayo uma yansuku zonke. Kodwa konke lokhu kwaphela kuhlolwa izinga kuLelethu Gxagxisa oneminyaka yobudala likashukela egazini, engu-20 ngesikhathi ethola ukuthi unesifo futhi kulula sikashukela. Kwavele kwacaca nje ukuthi ukuzisebenzisa njengayo uLelethu ngeke athole ithuba lokuzitika le ntombazanyana ngezibiliboco ezifana no-pudding no-ice cream ngoKhisimusi njengoba athola ngosuku olwandulela uKhisimusi ukuthi unalesi sifo. Kwadingeka ukuthi aqale uhlelo lokudla kusho uLelethu.
ULelethu, owenza izifundo ze-Web Design uthi ngendlela efanele nokudla izinhlobo zokudla Uthi yize ephila nesifo sikashukela kodwa zazikhona izimpawu ezazikhomba ukuthi ezithize futhi kwadingeka ukuthi aqale uphila impilo efanayo neyawo wonke umuntu ungenwa yisifo sikashukela. ukuzijova ngomjovo we-insulin kane ngosuku. osemusha.
Ngangichama njalo, ngoma kakhulu noma "Kwangithatha isikhathi ukuthi ngijwayele, "Ngiphila kahle futhi ngiyayithokozela impilo ngabe ngiphuze isiphuzo esibandayo kakhulu kodwa manje sengijwayele nabangane bami yama nezifundo zami ngiyazinakekela futhi noma amanzi kwakuzifanela nje. Ngangihlala esikoleni bayangikhumbuza ukuthi ngijove. angizikhandli kakhulu," kuchaza uLelethu.
ngikhathele ngozele namehlo ami ezivalekela, Nginohlobo lika-Type 1 lesifo sikashukela Uthathe ithuba lokweluleka abanye kusho le ntokazi.
Ngesikhathi eya esibhedlela ukuyohlola izinga uLelethu. sikashukela ukuba bathole usizo lwezempilo likashukela egazini, uLelethu wathola ukuthi Le ntombazane ijova njalo uma sekusele ngokushesha.
izinga likashukela liphezulu kakhulu.
Ngaba nakho ukwethuka kodwa umndeni phakathi kwamabili. bayiphuze imithi kumbe amaphilisi wami kanye nabangane bami bebengeseka "Manje ngidla ukudla okuthoswe kuhhavini abawanikeziwe futhi balandele uhlelo lokudla futhi bekuqonda okwakwenzeka," kusho (grilled), okubilisiwe, okungenawo amafutha ukudla okunempilo njengoba besuke beyaleliwe uLelethu. futhi akufanele ngidle usawoti noshukela," ngudokotela," kusho uLelethu.
izikole ezavakashelwa ngesikhathi salo mkhankaso lapho kwakugqugquzelwa ukuthi abafundi ukuthi baphile ngendlela enempilo, lokhu kwenziwa ngokubambisana nabasebenzi ababephuma kweminye imikhakha yezempilo njengababhekele ukondleka, ukuvuselelwa kwezimilo, abakhubazekile, abezengqondo, ezemvelo kanye nabamazinyo.
Abasebenzi ababehlome ngezixhubho, ngezinto zokuhlola amahehlo bahlala phezu komsebenzi ababewezele wokufundisa izingane ngokubaluleka kokuzigcina uphile kakhe. Baphinde babafundisa ngezindlela zokuvikela nokulwa nezifo njengokuvikela amazinyo ukuthi angaboli, lokhu kungavikeleka uma izingane zingafundiswa zihlolwe zisencane.
Isizulu sithi umuthi ugotshwa usemanzi.
Snyman wathi umnyango lusisize kakhulu ekethini siqinise yezemfundo kanye eyamazinyo, ukwenza isibonelo nje, lokugqugquzela ezempilo kuthi usebenzise lesi sikhathi ukuthi olwethu nokuthi siluphucule, nowezenhlalakahle." sizokwazi kahle kamhlophe ukuthi kubonakala sengathi lolu hlelo usekele uphinde uqinise lezo sakwazi ukuluhlanganisa nezinye Lokhu kuhlolwa kuzosiza sibheke lezo zinkinga ezidinga luzodluliselwa nasezikoleni zinhlelo zezempilo esezivele izinhlelo esesikhona,"kuphawula umnyango ukuthi uthumele izinto ukuqaphelisiswa ngokushesha." zamabanga aphezulu.
ZINYANGENI eziyisithupha ezedlule, umNyango wezeMpilo KewaZulu-Natal usungule uhlelo lokuqeqesha abosizo oluphuthumayo ngaphansi kwezimo ezibucayi.
kuphela. Oyedwa waphumelela wadluliselwa ohlelweni lokuqeqeshwa lwezinyanga ezintathu ngo-Agasti, usanda kuthola isitifiketi futhi usekulungele ukubhekana nomphakathi awunike usizo oluphuthumayo. Lokhu kukhishwa kwezitifiketi kwenzeke ngesikhathi esihle.
Njengoba sesifikile isikhathi samaholidi, kubhekwe ukuthi sande isidingo sosizo oluphuthumayo.
baphuma ezindaweni ezehlukene zesifundazwe saKwaZulu-Natal, kanti omunye wemigomo yokwamukelwa kwabo kwakungukuthi kufanele babengabantu abangasebenzi, abanesitifiketi sikamatikuletsheni babe ngabantu abangenawo amandla okuqhubekela phambili nezifundo zabo.
Maharaj ophuma ophikweni lwe-EMRS, kuyaqala ngqa ukuthi uhlelo lokuqasha olunjengalolu lube yimpumelelo emlandweni wakuleli.
Njengengxenye yohlelo loshintsho, umnyango wethule izimpawu ezizosetshenziswa ngabaphethe ukuze bakhombise amazinga okuphatha kwabo.
Care Supervisors, bonke abanikezwe izimpawu neziqhano ezikhombisa izinga lokuphatha kwabo.
Lokho kwenzelwe ukuqinisa ukulawuleka kwezinhlelo nokuqinisekisa ukuthi kuhamba kahle ukunikeza usizo ngaphambi kukophuthuma esibhedlela nangesikhathi umuntu esesibhedlela, ngaphansi kophiko losizo oluphuthumayo.
Inhloso yalolu hlelo i-Alpha Operation, ukwenyusa isibalo sama-ambulense emizileni ebalulekile nokuthi abonakale ngaso sonke isikhathi samaholidi.
