yaka engaphezu kweyisithupha.
Bagcobe umzimba wonke kusuka emqaleni kuya ozwaneni.
Linda umuthi uze wome.
Yekela umuthi emzimbeni usuku olup-helele (24 hrs) bese uyawugeza emva kwaleso sikhathi.
Phinda futhi ngosuku olulandelayo.
Ezinganeni ezineminyaka engaphansi kweminyaka eyisithupha.
Ulandele inqubo efanayo neyabantu abadalo.
Kungenzeka ukuthi kudingeke uphinde futhi emva kwesonto elilodwa, uSeben-zise umuthi.
Gqoka izingubo ezihlanzekile emva kokusebenzisa umuthi.
Onke amalunga omndeni kumele ahlolwe. Nquma izinzipho uzigcine zihlanzekile. Hlanza zonke izingubo zokulala nezo kugqoka ngamanzi ashisayo. Zomise elangeni. Gezisisa umzimba ngamanzi amthuku nensipho, uguxungisise izindawo ezinot wayi ngebrashi noma ngendwangu yokugeza.
Hlikihla indawo enotwayi ngendwangu bese usulisisa ngethawula elihlanzekile.
Indlu yonke kumele ihlanzwe ngesibulala magciwane.
Utwayi lubhebhethekiswa ikakhulukazi ukungabi nayo inhlanzeko, ukuzigcina uhlanzekile Kuyakuvikela ezifweni ngakhoke geza umzimba ngezikhathi ezifanele, ugcine izin gubo zokugqoka nezokulala zihlanzekile ngazozonke izikhathi.
Abantu asebenotwayi kumele baphuthume emtholampilo ngokushesha bese belandela konke abazokutshelwa ngabahlengikazi. Abazali kumele bakhuthaze izingane ukuthi zihlale zihlanzekile.
Amaqhuqhuva alumayo ezindaweni ezishi-sayo zomzimba (eminweni nasezinqeni), ukuluma kuvuka kakhulu ebusuku.
Izindlala ziyavuvuka Inhliziyo nezinso ziyahluleka ukuse-benza kahle. Okulandelayo ukufa uma singa-laphekanga.
Emva kwesikhathi kungadaleka izilonda ezingapholi.
Lubhebhetheka kanjani Luvikelwa kanjani Utwayi?
Utwayi ludwala izinambuzane ezincanyana 1. Ukuhlanzeka komuntu:- ezilumayo(ezifana namakhizane kodwa zona Ukugeza okungenani kanye zincane kakhulu). Uma lesinambuzane sesin-ngosuku. genile esikhumbeni sihamba ngaphakathi sibange Ukuwasha noku-ayina izimpahla ukuluma. ngoba lokhu kubu lala amaqanda. Ngokuthintana nomzimba womuntu onale- Zijwayeze ukuwasha izingubo sisifo noma umzimba wenja onalesisifo. zokulala, uzineke elangeni ukuze Ukusebenzisa izingubo noma izinto zoku-imisebe yelanga ibulale lala zomuntu onotwayi. amaqanda.
Kubantu eseke babanalo utwayi, izimpawu kubhebhethekisa isifo.
zingavela osukwini kuya kwezine emuva 5. Izingane kumele zingadlali nezilwane kokuba ethintane nomuntu noma nesilwane {njengezinja}.
esinotwayi. 6. Abantu abakha amanzi endaweni Obani abangaphathwa Utwayi?
Utwayi lungaphatha abantu kuzozonke izigaba zihlanzekile lokhu kuvikela ukunqwa zempilo ngaphandle kokubheka iminyaka, ubulili, ubuhlanga noma izinga lenhlanzeko. belana wamagciwane.
Izigameko eziningi noma ukubheduka kotwayi Ukwelashwa kujwayeleke ukubonakala ezindlini zabahlengi kazi, kanye nendawo zokunakekela abantwana. 1.
Wonke amalunga omndeni kumele alashwe ngesikhathi esifanayo, nangendlela efanayo ukuze isifo singeke sibaphathe abanye.
