Imininingwano yesiboshwa, uma kufanele: Inombolo yesiboshwa: Usuku oluseduze ongakwazi ukuthola ngalo ushwele: ... Usuku olujwayelekile lokukhululwa:...
Kukhona owakuzuza wena ngenyindlela ngokwenza i(ama)cala?
Uma kunjalo, chaza isimo nobungako bowakuzuza.
Ngabe kwakuyiziphi izimpokophelo zezepolitiki, uma zikhona owawufisa ukuzifeza ngokwenza icala?
Kungabe inhlangano yakho, isikhungo, uphiko noma umzabalazo wezepolitiki wazuza ekwenziweni kwe(ama)cala?
Wawuphethe isikhundla/uyisithunywa/ilunga/umlandeli wanoma iyiphi inhlangano/ isikhungo/ uphiko/ umzabalazo wepolitiki ngaleso sikhathi sokwenziwa kwamacala. Uma kunjalo, wawusesikhundleni esingakanani?
Inombolo yobulunga, uma ikhona:...
Beka izizathu zokuthi yini kuzojabula umphakathi uma uMongameli engakunika uxolo.
Uma ukhululwe ngoshwele, yimiphi imibandela ebekiwe kushwele?
a Isethi okuyiyo yezithupha zakho.
b Ikhophi eqinisekisiwe yekhasi lokuqala lomazisi wakho.
c Annexure A igcwaliswa inhlangano yezepolitiki/isikhungo/uphiko noma umzabalazo wenkululeko uma besiseka isicelo sakho.
d Noma iyiphi incwadi ekhona maqondana nokuhlunyeleliswa kwesimilo ejele kanye noma ngemuva kokukhululwa ejele.
Mina Amagama aphelele neSibongo ngiyafunga ukuthi ulwazi olungenhla luyiqiniso futhi luyilo.
Isayinwe zi- ... usuku luka- ... kunyaka...
Uyayazi futhi uyiqonda kahle ingqikithi yalesi sitatimende Impendulo:..?
Ngabe uyaphikisana nokuthatha isifungo esibekiwe Impendulo:..?
Ngabe uthatha isifungo esibekiwe njengesibophezela unembeza wakho Impendulo:..?
A. Ngiyaqinisekisa ukuthi imibuzo ebuzwe ngenhla ibuzwe kimi nokuthi izimpendulo zami kuyo njengoba zivela ngenhla zibhalwe phambi kwami..
B. Ngiyaqinisa ukuthi ofungayo ukwamukele ukuthi uyayazi futhi uyayiqonda ingqikithi yalesi sifungo esafungwa phambi kwami futhi wasayina phambi kwami.
Ngabe uyivumela ngokugcwele ingqikithi yalesi sifungo?
A. Ngiyaqinisekisa ukuthi imibuzo ebuzwe ngenhla ibuzwe kimi nokuthi izimpendulo zami kuyo njengoba zivela ngenhla zibhalwe phambi kwami.
B. Ngiyaqinisekisa ukuthi ofungayo ukwamukele ukuthi uyayazi futhi uyayiqonda ingqikithi yalesi sifungo esafungwa phambi kwami futhi wasayina phambi kwami.
