viii Abomnyango wezempilo bangaseben- ekunqandeni wona.
zekile, sivikele ukuthintana nezilwane. Noma lesisifo singanakekile kodwa siyabulala uma singalashwanga ngesikhathi. Amagundwane angagwemeka futhi abulawe ngokuthi wona abe nendawo yawo kanye nokudla.
Izinto ezincane ezingasiza futhi zivikele lala udoti egcekeni.
mashumi amane amamitha.
Bheka esakhiweni sakho ukuqiniseka ukuthi ayikho indawo engangenisa noma yamukele amagundwane asekhona.
Imfucuza ethi ayifane namaphepha ayizicucu kanye namathambo aqotshiwe nokunye okushiyiwe emakhoneni lapho ehlala khona nakwezinye izindawo.
Izimpawu zezithelo ezidliwe.
Zintathu izinhlobo zeplaque ephatha abantu.
Ubuhlungu bemisipha; Ubuhlungu bekhanda; Ubuhlungu nokuvuvukala kwemvilapha, kanye nekhwapha, kanye nomqala.
sithole ukwelashwa kusasenesikhathi. Kuleziz-indlela zokwelashwa kukhona ukubulawa kwamagciwane. Injongo yokuvikela, ukunciphisa amathuba okuthi abantu balunywe izinambuzane zamagundwane noma nokuthintana nezicubu zomzimba wezilwane.
Ukususa izikhotha, imfucuza noma lokho okungase kudliwe amagundane njengokudla kwezilwane ezigcinwa emakhaya, nokudla kwezilwane zasendle.
Gqoka amagilavu uma uzothinta isilwane esigulayo.
Uma uhlala endaweni lapho iPlague yamagundane itholakala khona gcina amakati nezinja zakho zihlanzekile, ukuze kungabi nalezizinambuzane futhi ungazivumeli ukuthi zibe uvanzi noma zizulazule.
