IZIMEMEZELO
INKULUMO  KAMONGAMELI EPHATHELENE NESIMO SEZWE 
10 NHLOLANJA 2011
Izimemezelo ngokulandelana kwazo 
Isikhathi
Isimemezelo
17:20
Abacosheli abamele imithombo yezindaba abagunyaziwe kumele babe sezindaweni zabo ababekwe kuzo ngo-17:30
17:25
Abacosheli abamele imithombo yezindaba abagunyaziwe kumele babe sezindaweni zabo ngo-17:30
17:27 
Bonke abacosheli abamele imithombo yezindaba bacelwa ukuba babe sezindaweni zabo njengamanje
17:30 
Bonke abacosheli abamele imithombo yezindaba kumele babe sezindaweni ababekwe kuzo zeNkulumo KaMongameli Ephathelene Nesimo Sezwe (Isimemezelo siyaphindwa)
17:30 
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba banqamule ukhaphethi obomvu  bese behlala ezindaweni zabo eGumbini lePhalamende kanye nasezindaweni ababekwe kuzo njengoba ukuhamba kukhaphethi obomvu kuzovalwa emizuzwini eyi-15
17:35 
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba banqamule ukhaphethi obomvu  bese behlala ezindaweni zabo eGumbini lePhalamende kanye nasezindaweni ababekwe kuzo njengoba ukuhamba kukhaphethi obomvu kuzovalwa emizuzwini eyi-10
17:40
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba banqamule ukhaphethi obomvu  bese behlala ezindaweni zabo eGumbini lePhalamende kanye nasezindaweni ababekwe kuzo njengoba ukuhamba kukhaphethi obomvu kuzovalwa emizuzwini emi-4
17:43
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba bahlale ezindaweni zabo eGumbini lePhalamende kanye nasezindaweni ababekwe kuzo njengamanje ngoba ukuhamba kukhaphethi obomvu kuzovalwa manje
17:45
Manene namanenekazi ukuhamba kukhaphethi obomvu sekuvalwe ngokusemthethweni. Akekho umuntu ovunyelwe ukunqamula ukhaphethi obomvu 
17:50
Manene namanenekazi ukuhamba kukhaphethi obomvu sekuvalwe ngokusemthethweni. Akekho umuntu ovunyelwe ukunqamula ukhaphethi obomvu
17:63
Manene namanenekazi ukuhamba kukhaphethi obomvu sekuvalwe ngokusemthethweni. Akekho umuntu ovunyelwe ukunqamula ukhaphethi obomvu (Isimemezelo siyaphindwa)
Isikhathi
Isimemezelo
20:10
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba bagibelele amabhasi aya e-CTICC ku-Plein Street. Sicela niveze izimemo zenu uma ningena ebhasini.
20:15 
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba baye ku-Plein Street ngokukhulu ukushesha bese begibela  amabhasi aya e-CTICC. Sicela niveze izimemo zenu uma ningena ebhasini.
20:20 
AmaLungu kanye nezihambeli zethu bayacelwa ukuba bagibelele amabhasi aya e-CTICC ku-Plein Street njengamanje. Sicela niveze izimemo zenu uma ningena ebhasini.   (Isimemezelo siyaphindwa)
