Lapho kubikwa khona kuqala: -Ukukhwabanisa neNkohlakalo  eThekwini Online



eThekwini Online - http://www.durban.gov.za/durban

Home  City Government  Ombudsperson  isiZulu Umsebenzi wethu  Lapho kubikwa khona kuqala: -Ukukhwabanisa neNkohlakalo


Lapho kubikwa khona kuqala: -Ukukhwabanisa neNkohlakalo





Zonke izikhalo eziqondene nokukhwabanisa nanoma yiluphi uhlobo lwenkohlakalo kumele zibikwe ngokushesha kuMvikeli Womphakathi neNhloko yabaphenyi


Lapho kufanele kugcinwe khona ukubika: Ukungaphathi ngendlela


Kufanele kube seyilandelwe yonke imigudu yangaphakathi esemnyangweni ngamunye ngaphambi kokuba isikhalo usibhekise kuMvikeli Womphakathi neNhloko yabaphenyi, mayelana nezindaba zokungaphathi

* Kumele ukhulume nabasebenzi abafanele noma uma lokho kungasizi,
* Isikhalo sakho usedlulisele kumuntu ophethe labo basebenzi njengeNhloko nje kanje
* Sedlulisela kuMvikeli Womphakathi neNhloko yabaphenyi   isikhalo kuphela uma ungagculisekanga ngesinqumo seNhloko


Zibikwaphi izenzo zokungaphathi ngendlela efanele kwamakhansela?


Noma yisiphi isikhalo mayelana nezenzo zokungaphathi ngendlela efanele, ukukhwabanisa, noma inkohlakalo yamakhansela kumele sibikwe ehhovisi likaSomlomo kaMasipala waseThekwini kuqala e-1st  Floor City Hall Noma +27 31 3112004




 2009 eThekwini Municipality. All rights reserved.


