OFFICE OF THE OMBUDSPERSON AND HEAD OF 10th Floor Rennie House INVESTIGATIONS 41 Victoria Embankment 
Durban 4001 
ISIKHALO PO Box 5542 
Durban 4000 

ISIGABA A	Tel: 031- 311 4002 
Fax: 031- 311 4115/9 or 
ombudsperson@durban.gov.za 
Umvikeli womphakathi usebenza ngendlela yokwenza uphenyo oluzimele futhi olungachemile ngemuva kokuthola isikhalo kumbe ngokwakhe nje. 
Umvikeli womphakathi kaMasipala angaphenya ngesikhalo esisukela kulokhu: 
1.	(a)isenzo esithile noma ukwehluleka ukwenza okuthile komsebenzi, isithunywa noma usonkonteleka kaMasipala kanye/noma 
(b) isinqumo noma isiphakamiso esenziwe egameni likaMasipala noma lezithunywa zakhe 
Izikhalo eziphathelene nokwenziwa komsebenzi (ngaphandle kwalezo ezimayelana nokukhwabanisa nenkohlakalo) kumele ziqondiswe koyinhloko yalowo mnyango ofanele, ngoba umnyango kufanele uthole ithuba lokuphendula esikhalweni. Uma isikhalo ungasifakanga emnyangweni ofanele, uyacelwa ukuba wenze njalo. Yonke imigudu yangaphakathi ekhona kufanele kube. 

ISIGABA B 
Ufisa ukulifihla igama lakho?: YEBO CHA Uma impendulo ithi yebo, uyacelwa ukuba ungasigcwalisi Isigaba C 
ISIGABA C 
Isibongo  Igaa  
Ikheli  
Indawo ohlala kuyo  Ikhodi yeposi  
Inombolo yocingo (emini)  Enye inombolo  
Inombolo ye-fax       Email  

ISIGABA D


2.1   Usifakile yini ngaphakathi isikhalo mayelana nokungeneliseki kwakho (lokhu kuqondene nabasebenzi bakwaMasipala waseThekwini kuphela)  
2.2 Uwazisile umnyango ngokungasemukeli isinqumo, ngokulwedlulisela phambili udaba noma ngokuthatha izinyathelo zokuba isinqumo sibuyekezwe?  
2.3 Uma impendulo ithi yebo kunoma yimuphi kule mibuzo engenhla, uyacelwa ukuba unikeze imininingwane.  





ISIGABA E: IMINININGWANE YESEHLO/YALOKHO OKUSHOYO
3.1 Usuku lwesehlo  3.2 Isikhathi  
3.3 Indawo  

4. Gagula uMnyango noma umsebenzi isehlo esimayelana naye/nawo?



ISIGINESHA:. USUKU:

