Akashongo lutho ngaphandle kwalokho kodwa emva komdlalo wayesesangweni lapho afuthwa khona ebusweni.														
Uma kukhona noma yiliphi iphuzu, ukuvuvuka, ukujuluka noma ukushintsha kwesikhumba kungaba yisifo esibizwa nge-scrotum  bona udokotela.														
Ngokohlelo lokuheha umhlaba wakwelinye izwe othathwa njengezwe lehlathi futhi ulawulwa NguMnyango Wezamanzi kanye namahlathi.														
Ungabanjwa ubekwe icala uma uhluleka ukusiza noma ngabe yimuphi omunye umuntu olimale engozini.														
Ngemizamo ebumbene yabaholi bethu, manje i-Afrikha ibumbene ngokuqinile ohlwini lwamazwe futhi sihlala sikulindele ukuzimela futhi sibonakale.														
Abaphathi, nabasebenzela izinkampani kanye nongoti benkampani, behambisana nabasebenzi benkampani, behlangene nezinyonyana, kumele basungule incazelo ecacile, kanye nomthetho obhekene nokuhlukunyezwa ngokocansi.														
Ngakhoke kumele uqonde ukuthi kunesithombe esikhulu lapho sifaka khoma imibuzo.														
Sebedlulile esigabeni esibalulekile sokusayinda izivumelwano.														
Manxusa, manje namukelekile ngezandla ezimhlophe futhi nginifisela ukuhlala ngempumelelo.														
Ungawubeki umbono wokuthi bewungekho umsebenzi we-Stallion phambilini?														
Umnyango wezokuVikela uzobika ngokwesweleka kwezimali ngohlelo olwejwayelekile lokonga kanye nokwehlisa isabelo sezimali.														
Ukuqhubeka kwakho kanye nethemba onalo ekwenyuseni ukutshala izimali kwezemfundo kulesi sifunda kufike ngesikhathi esingesihle.														
Akakhethelwanga ukuziba isikhathi sakhe esedlule noma indima yakhe ekuhlobiseni isikhathi esedlule ezweni lethu.														
Abantu abangena emadanyini, emifuleni kanye nasezizibeni kumele bakwazi ukuzisiza emanzini.														
Njengoba ngazi bewungekho umsebenzi wokufundisa indawo e-Roodeplaat.														
Ukucasuka kanye nokukhathazeka kwezigidi zabantu emhlabeni wonke kuzikhombisa khona eNingizimu Afrikha.														
Lezi zincazelo ezimbili zemfundo ehlukile eNingizimu Afrikha yimicabango yamakomiti kanye nawesikole ahlala ezingxoxweni abedutshelwe ukuphenya ngekusasa lezikole zabakhubazekile.														
Izinto ezisetshenziswa ngabasebenzi bezempilo kumele zibe nolwazi besayensi futhi obuyiqiniso.														
Amasu ngesinyathelo sokugqugquzela abanikazi bamapulazi futhi afukule abafakela ukudla endaweni yaseThekwini kanye neKwaZulu-Natal ukuze ibe yisizinda esikhiqiza ubhontshisi.														
Into yokuqala eyenziwa yiqhinga lethu elisha ukukhipha uhla lwamasu kanye nemigomo yothisha kanye nokufundisa.														
Angeke size sigcizelele indima edlalwa ngabalawuli ukugqugquzela uhla olukahle lwentuthuko kanye noshintsho lwezidingongqangi zomphakathi.														
Ngokomlando, ukuvikelwa kokukhokhwa kwentela ephezulu kwenziwe embonini kawoyela, nokwenza umthelela kumanani abathengi abathenga ngawo uwoyela.														
Uthishanhloko, othisha kanye nomuntu wezempilo bazamile ukumfaka umoya isikhathi esingaphezulu kwehora, emva kwalokho wafa.														
Sijabulile ukuthi amaphoyisa asebenze kahle ukubamba abanye abasolwa  ecaleni elisondelene nokudlwengula futhi sincoma ukuphendula kwabo ngokushesha kulelicala.														
Imithelela emibi  endaweni kanye namalungelo endawo ehlala abantu  kulindelwe futhi kuvikelekile, nalapho engeke aze avikeleke nhlobo, ancishisiwe futhi kuliwe nakho.														
Abasolwa abathathu baboshelwe amacala okubulala ezigamekweni ezintathu ezahlukene ezenzeke e-North West ngempelasonto.														
Sonke sinomsebenzi wokuthi sibe yingxenye yempi enzima yokuvuselela kanye nokwenza kabusha Izwekazi lethu.														
Ungavumeli noma ngubani aphathe noma abheke izikhwama zakho ngaphandle kwabasebenzi basemabhanoyini abagqoke umfaniswano.														
Abaphathi beMishini banikezele ngezimoto zabo ngokusebenzisa izimali zabo abazihlelile.														
Lena yinselelo esabekayo esibhekene nayo ngekusasa, kodwa kukhona oyedwa, oyoletha imivuzo emikhulu ngelinye ilanga.														
Lokhu kudinga ukuthi kuqhubeke nokusebenza ukuze sibonge imizamo yokuzimisela Kombutho Wamaphoyisa aseNingizimu Afrikha.														
Encwadini akulula ukufingqa ngokuhlukanisa izinto eziphathelene nomthetho.														
Noma yiliphi ilunga lenhlangano kumele likhokhe imali yokubhalisa esikhwameni senhlangano.														
Iphuzu lesithupha ukuzimbandakanya kwamakhomanisi kanti sengike ngakhuluma ngakho, kabanzi, enkulumweni yami yaphambilini ebikhuluma ngalokhu.														
Sizozama ukubuyisana futhi sihlanganise ukubekezelelana phakathi kwamaqembu epolitiki.														
Umsebenzi wangeSonto, njengomsebenzi wasebusuku ungaba nemiphumela ephazamisayo emphakathini kanye nasemndenini.														
Yize kunokungqubuzana okuncane, kodwa, kucacile ukuthi sisabhekene nengwadla enkulu.														
Lendawo isesigabeni esiphansi sentuthuko, ikakhulukazi ngenxa yokungabikhona kwabantu abazinikele kanye nezinto zokusebenza.														
Umnyango nawo ugqugquzela isicelo sezingxoxo esizosetshenziswa kunoma yiluphi uhlobo lwecala kanye nesigwebo.														
Amavolontiya ayinkulungwane azothathwa ezindaweni zomphakathi ezithathwa njengezizinda zezigebengu, kanye nezindawo zasemapulazini kanye nabahlwempu ngokugcizelela ababengenawo amathuba phambilini.														
Ukuqalisa ukusebenzisa lezi zinhlelo kuzoba yinselelo futhi kuzodinga izinga eliphezulu lobuhlakani.														
Kumele kube nesiqinisekiso sokuzinikela, ukuqhubeka futhi kanye nokubuka ngeso elibukhali kulokho osekuvele kwenzakele.														
Izinto ezikhombisa ukuthi kusebenza kanjani , kanye nokwenziwe yilezi zinhloso kuzokwenziwa ngenhloso yokuhlola ukuthi lezi zingxenye zixhumana kanjani.														
Okokuqala loHulumeni angeke aze avumele ukuthikanyezwa kulemboni ezinikezele ukunikezela ngosizo emiphakathi yesifunda sethu.														
Ngokuhlonipha isithunzi sami, isifiso sami sokubamba iqhaza nalokho okungivimbayo kubekwe kumina ngenxa yesimo engizithola ngikusona njengamanje.														
Into ebaluleke kakhulu kulokhu ukudlondlobala kwezwe lethu njengento ebalulekile kwi-FDE ezwekazini lethu.														
Ukukhumbula amandla okuvolontiya kwabaphathi mabhuku, abaqeqeshi, abasebenza ngezandla kanye nabaholi bomphakathi.														
Ungakwenza lokho ngokuveza izithombe futhi lokho kungashintsha umqondo.														
Uma uhlelo lokususa amagciwane seluphelile, amanzi afakiwe angashaywa kanye namanzi aphuma emshinini ofakela amanzi.														
Lesi siqephu sinikeze ngamazwi amafishane izinto ezibalulekile ezimayelana nokwenza amanzi amtoti eNingizimu Afrikha.														
Ukuhlukana kwezikhungo kwenze isimo lapho imfucuza ingalawuleki ngendlela ebhekela ukuthi kungenzeka ukuba kube nemfucuza esuka kwenye indawo bese iya kwenye indawo.														
Ukuvikela kuthathwa njengento ebalulekile kakhulu futhi kufaka ngaphansi kwakho ipolitiki, umphakathi, ezomnotho kanye nezindaba eziphathelene nendawo esihlala kuyona.														
Sengikhohliwe ukuthi utheni emishweni embalwa yokuqala.														
Enkulumweni yami yokuvuma njengoNdunankulu ngithembise abantu baseNtshonalanga Koloni ukuqeda ukuphoxeka kokuhlekwa ngabanye oHulumeni bezifunda bakuleli izwe.														
Amapaki omphakathi, amadamu okubhukuda kanye nezinye izinto zokusiza umphakathi endaweni zinakekelwe futhi zilawulwa ngabaphathi basekhaya.														
Ngicabanga ukuthi abantu ababambisene banethuba lokwakha imboni yesimanje futhi engacwasi ngokwebala.														
Inhlolovo ikhomba ukuthi ukwakhiwa kweZindlu kanye nezeMpilo kuthathwa njengezindawo ezibucayi ezifika kancane emphakathini, kanti izinto ezifana nokuthutha kanye nokuvikelwa komphakathi, akusiwona kuphela umsebenzi kaHulumeni wasekhaya.														
Ukuhlanganiswa kombhalo wokuqala sekuphothuliwe futhi umbhalo usendleleni yokuthi uhlolwe wuSolwazi walesi sifundo.														
 Izitolo nazo zifakiwe, ukwengeza umsebenzi wokubamba iqhaza ekubhekeni imikhiqizo yangaphakathi ukuze idayiselwe umphakathi.														
I-SABC inohla lweziteshi ezintathu zikamabonakude kanye neziteshi eziyishumi nesithupha zomsakazo.														
Ukuhlaselwa wuhlobo olungaziwa lwezitshalo kanye nezilwane kuyinkinga enkulu eNingizimu Afrikha.														
Njengomasipala siyaqhubeka nokuqinisekisa ukwenza kangcono ukuthola usizo lwamahhala futhi sibhekane nomsebenzi osalele emumva kwizinsizangqangi zomphakathi.														
Uthe, Ezinye zezinto njengokwakhiwa kwezinsizangqangi zomphakathi okuqhubeka kahle emadolobheni kuzoqhubeka.														
Amaphoyisa athumele imikhondo kanye nemininingwane ephuma lapho kwenzeke khona ubugebengu kwase kuboshwa amadoda amathathu ngoLwesine.														
Ezokuvakasha ziyadlodlobala esifundeni futhi ziyahambisana nemithetho yezindawo zokuhlala ezindaweni ezinhle eziseduzane kwemifula.														
Lokhu kuqhamuke ngesikhathi esihle sethuba lokumbonga khona nje esenathi ngohambo aluhambile phambilini ukuze sonke sizuze.														
Isikole saphihlizwa kanye nolayini bocingo, izihlalo zamathoyilethe kanye nebhokisi lesigubhu sikagesi samosheka.														
Ama-Paramedics afunakala kakhulu emhlabeni wonke ngenxa yendlela aqeqeshwe ngayo kanye namakhono.														
Kuyoba wusuku olubi kakhulu eZweni Lethu uma singasenabo abantu abadala ngoba Intsha yethu ibulawe yi-HIV.														
UHulumeni waseNingizimu Afrikha uveza zonke izinto anazo ukukusiza ukuba uqale ibhizinisi lakho eNingizimu Afrikha.														
Ukwakhiwa kabusha komsebenzi Wokuvikela iMishini kusendleleni, njengoba kuwukusungulwa kombhalo wokuvikela eMnyangweni.														
Ukuhlukaniswa komsebenzi  omkhulu noma ukucezula kusho imisebenzi ehlukaniswayo bese iba yizinkontileka ezincane ukwandisa amathuba okuthi izinkampani ezincane nazo zithole umsebenzi.														
Abantu okunezinto abangazibuyisanga bayaziswa ngencwadi, i-email noma ucingo.														
 Amakhathalogi uhla lwemiqingo yakudala egcinwe ezindaweni zokugcina Imiqingo yaseNingizimu Afrikha jikelele.														
Ukusuka kokuhlukaniswa komnotho kuthola indawo, sibe sakha indawo yokuphila komasipala  ukuze bakwazi ukubhekana nokufaka imali futhi batshale izimali ngezinsizangqangi zomphakathi wabo.														
Amaphoyisa aphuthume lapho kwenzeke khona umonakalo kwase kuthi uma efika, umnini muzi watholakala emile esangweni.														
Umshini wobuchwepheshe wokusiza ukuqondisa izimilo uvumela abantu abakhubazekile ukuba babambe iqhaza ngokulinganayo nabanye.														
Sizobuye siqinisekise ukuthi uHulumeni uthenga ezinye izimpahla kanye nosizo ekhaya, ngaphandle kokubukela phansi indlela esincintisana ngayo emhlabemi noma ukwenyusa amanani  ngamazinga angemukelekile.														
Isiteleka sakamunva sabasebenzi  sokuthi  baqashwe yidolobha, esingekho emthethweni  sibe simbi kakhulu futhi senze ukuthi idolobha lethu libukeke  kabi.														
Izigaba ezibalulekile zebhizinisi enkulu, mhlawumbe bekumele zisebenze kuqala ukuphikisana nobandlululo.														
Ekuvakasheni kwami izolo, ngicabanga ukuthi ngigcizelele kulelo phuzu esitatimendeni sami.														
INingizimu Afrikha ithumela kakhulu amakhemikhali enuzi e-Kuwait, imikhiqizo ye-ayoni kanye nensimbi  kanye neyephepha esuka e-Kuwait imumethe ngokukhethekile uwoyela ongahluziwe kanye nemikhiqizo yamafutha.														
Uhlobo lwesithuthi olubizwa nge-Dial-a-Ride enye indlela yokuthutha abantu abakhubazekile abangakwazi ukusebenzisa ezinye izindlela zokuthutha ezijwayelekile.														
Sibophezekile ukuthi sihambise usizo olulinganayo, olufanele futhi olutholakala kalula sibe siqinisekise ukuthi yonke into ihamba kahle futhi azikho izindleko eziningi.														
Kuhlala kwenziwa njalo lokho kucwaningo lwenhlolovo, uma sikala imininingwane eqoqiwe, ukuze imininingwane inikelwe bonke abantu.														
Ukubuyekezwa kabusha kwezilwane emikhakheni engesiyona ingozi ikhombisa impumelelo ekugcinweni kwemvelo.														
UMongameli uyakholelwa ekutheni ngalomhlangano izinga lokuhlolwa komsebenzi luzokwenzeka.														
Sesibe nezigameko ezimbili kubantu ababodwa ababenentshisekelo yeBhola kunokunye.														
Kodwa ukuhlukanisa kwenzelwe ukuthi kube nezigaba ezahlukene zomsebenzi, ukubophezeleka emsebenzini womuntu, kanye nokumele ukwenze.														
Ukwakha uhlelo lokuxosha indlala olugxile ekunikezeleleni ukudla, amakhishi apheka isobho kanye nokunye okufana nalokho.														
Ngesikhathi sikhuluma kulesi sidlangalala se- Millennium Debate ngonyaka odlule , sicelile ukuthi kumele sisebenzise lonyaka ukulungiselela ukuqamba  i-African Century.														
Ukugqugquzela nokulungiselela izinkulumo zomphakathi zezinqumo zesifundazwe kanye nombono kuncikene namalungelo abantu.														
Lezi zinyathelo zobulungiswa zithathelwe ukugada isithunzi se-Afrikha kulemboni yabalimi.														
Isigaba sesithathu kulesi sihloko sihlanganisa nokungenelela ekuphathweni kwezwe, okuyingxenye encikene nohlelo lomhlaba ohlangene.														
Yebo, sithathwa njengendawo ephezulu emhlabeni uma siza kwezokuvakasha.														
Izinga eliphezulu lokushintsha kwentengo yezokumbiwa kanye nokutholakala kwamafutha agcinekile kungashintsha kulesi siithombe.														
Size sakhulula uhlaka lokuqondisa ukungena kwabantu ukuze umphakathi uphawule.														
Uyamenywa ukuthi uze kuqeqesho lwezezindaba ukuze bazejwayeze ngohlelo oluzosetshenziswa Esikhungweni Sokusebenzisa Imiphumela.														
Umsebenzi owenziwe wokubekwa kabusha kanye nokuqokwa kwabaphathi kuzosiza ukukhuluma ngalendaba.														
Ukuthi Umthetho Wosizo Lwamabhanoyi Emhlabeni jikelele uchibiyelwe ukuqalisa izincomo zokungalawuli izimpahla ezithunyelwa ngomkhumbi. 														
Inkinga lapha ukuthi abalawuli kanye nalabo ababhala ngomthetho abakwazi ukulawula ukuthi ngubani okumele athole ilayisense yokulawula.														
Inhloso yesikhungo ukufundisa, ukuthuthukisa, ukuxhasa kanye nokushintsha abafazi kanye nezingane ezihlukunyeziwe.														
Isinqumo sathathwa ukusiza amazwe afana naleli ukuze aqhubekele phambili kuHulumeli osebenzisa intando yeningi.														
Mhlawube owesifazane angasiza lapho, ekhasini lesine esitatimendeni esibhaliwe ngomshini.														
Ake sithi iqembu noma izinhlaka zombutho ziyangenela, kuzosetshenziswa izindlela ezifanayo.														
Anginaso isiqinisekiso sokuthi lombuzo uncikene kanjani nombuzo wokuhlehlisa.														
Igunya lokusebenza libekelwe ukuhlala iminyaka emihlanu lisebenza.														
Umhlukunyezwa ubeka ukuthi waya kwibhuloho laseMaseru eyokuxhumana nesithandwa sakhe.														
Kepha, uma unikezwa izizathu ngomlomo futhi zikujabulisa, kusho ukuthi ayikho inkinga.														
Njengoba sonke sazi, izinselelo ezibhekene nezwekazi lethu yindlala kanye nokuvikela ukungasweleki kokudla.														
Isifo sofuba singaholela ezimweni ezinzima zokulimala kwamaphaphu, ukukhubazeka ngisho nokufa.														
Umhlaba uhlangene uphinde unikeze amathuba amahle kumazwe asathuthuka ahlanganisa ukuvulwa kwezimakethe, ukuthola ulwazi, ezobuchwepheshe,  kanye nezinye izinto zokusebenza.														
Ilendlela yobuhlongandlebe bokuthatha izwe, ukungahloniphi ukuzimela kwenkolo namasiko abantu base-Afrika  okwahlanganisa abantu emzabalazweni wokulwa nobungxiwankulu.														
Izimali zokushintsha ezintulekayo emhlabeni kumelwe zigcinwe bese zinikezwa ekukhokheleni izimali zomhlaba ezibalulekile.														
Kunina nonke enikhona, akekho ngisho noyedwa kuthina ongagcizelela ukubaluleka kokuthuthukiswa kwezokwenza imikhiqizo emisha.														
Lamaqembu asungulwe ngenxa yendlela ehlukile kunalena ejwayelekile yokubhenka , eyayingekho kwabantulayo , kodwa enikeza ukuxhumana okubalulekile komphakathi kanye namaqembu abantu.														
Umphakathi usugqugquzelwe ukuthi wehliswe izinga lokusebenzisa ugesi ngokuthi kutshalwe ezintweni eziyizinsiza ezingcono okuhlanganisa  isimfonyo sokukhava igiza, ukonga ugesi ezokukhanyisa ezingcono kanye nogesi welanga.														
Angisakhumbuli inani lamasheya, kodwa kwakuyinani lawo.														
Yonke into eyenziwe kumele yaziswe ngokuphenya kanye nobufakazi obuqanda ikhanda.														
Lokhu kuhlanganisa ukuqoqwa kokuphathwa kolwazi futhi okuthinta ukwenziwa kwamafilimi kulesifundazwe.														
Ngokukhuluma iqiniso, ubumbano luqhubeke ngenxa yokuhambisana nezenzo zobulungiswa ebezikade ngikhuluma ngazo.														
Lomthombo utholakale ngemva kokuba umbutho wezomthetho ondizayo uhoshe umkhondo wezimoto ezintshontshiwe.														
Yonke into ingashintsha, kepha ukunikezwa kwezidingo kubantu abasikhethile kuyohlala kubalulekile. 														
Amalunga ezamaphepha ayamenywa kwisidlo sasekuseni ukuze athole ulwazi oluncane ngokoMsebenzi Wenyanga wokugcinwa kweMvelo eThekwini.														
Bengibheka lokhu ebengikusola ikakhulukazi ekungabini bikho kwemifaniswano yombutho.														
Njengoba iningi lenu lazi, izwe lethu lintula izinjingalwazi eziqeqeshelwe ezezibalo, kanye nezobuchwepheshe.														
Kubuye kubhekwe ekuphathweni kolwazi kanye nezindlela zobudlelwano obuqinile bukaHulumeni osimeme.														
Isilwane esibizwa nge-Colophon beetle isona sodwa isilwane esibekwe kuloluhla yiNingizimu Afrikha.														
Uhlelo lwekhompuyutha olubizwa nge-Midvaal luzohlala ngaso sonke isikhathi lufaka imininingwane emisha kulesi sitatimende esiyimfihlo ukukhombisa izimpendulo zenkampani kanye namakhasimende. 														
Ngikuphikisa ngokuphelele, indaba eshiwoyo yokuthi iloli lalethwa ukuze kubulawe.														
Isivumelwano esivimba ezokulima sesiphenduke ingqinamba enkulu kwisivumelwane sonke sokuhwebelana kwase-Doha okukhona njengamanje. 														
Ngiyafisa futhi ukubeka ukuthi kulesi sifundazwe sethu sesiqale ukuba nezinhlola buchopho kanye nezinhlola mzimba.														
Kunabanye esibasukumisayo ukwamukela izinyonyane kwezinye izindawo.														
Izifundazwe, nemikhandlu kanye nabaphathi bezindawo zasekhaya kumelwe baqoke imihlaba okumelwe ithuthukiswe kulesisikhathi esifushane.														
Amanxusa angaphandle ayosiza imindeni esemanzini ngosizo oludingekayo oluthintene nokubuyiswa kwezidumbu emuva eNingizimu Afrika.														
Omunye wesifazane onobuqhawe, njenganawe owaze waya enkantolo ukuze enze umsebenzi obalulekile.														
Kungakafiki okhethweni lukaHulumeni wentando yeningi, imithetho yokuvikela yakhiwa uHulumeni wedlanzana.														
Yebo, simnikeze umbiko ogcwele ngezinsolo ebezenziwa abantu esikhulume nabo.														
Isigaba sokwenza kumele siqale ukuze siholele ekuqedweni kwempi kanye nokuhlukumezeka kwabantu base-Burundi.														
Umfana omncane wahlakanipha ngokwanele ukuthi ahlale onqenqemeni lomgwaqo kunokuba antayize emgwaqeni omatasatasa.														
Ubungozi bokuthi kungathathwa izimpahla ukukhokha imali libukeka liphansi, ngoba isikhwama sinemali eyanele esikhona.														
Imithetho yokuziphatha kwabasebenzi bomphakathi kumele sibe yingxenye yohlelo lokulwisana nobukhonyovu.														
Umkhandlu ngezinye izikhathi uthola ukwaphulwa kwemithetho, kepha usathole izikhalazo ezimbalwa kuleminyaka.														
Esinye sezincomo kwaba ukwakhiwa kwethimba elixubile elizoqala uphenyo kwizehlakalo zemboni yamatekisi, izinxushunxushu zodlame kanye nobugebengu. 														
Isigaba esilandelayo sinikeza uhlelo lokuqala imigomo yangasechwebeni.														
Lenqubo encikile isiholele kuhlelo loshintsho elizophela kulonyaka kunokuba yilolo olwalungaziwa.														
UHulumeni uzokwakha uhlaka oluzoqhubekisa indlela yokuhlanganisa ubudlelwane kwizimboni futhi ngokuqinisekisa izinto ezithinta bonke abasebenza ezimayini.														
Ukuhlafuna ukudla okubuya esiswini kuyasiza ukunciphisa amaqhuzu okudla, bese ehlangana namathe nokudla.														
Ihositela laliqalelwe ukuthi lisebenziswe abesilisa abafuna umsebenzi uma befika okokuqala endaweni yasedolobheni.														
Yebo ngiyabona lokhu kuwukuphela kombutho ukuthi abantu besebenzisa I-CBWs ukuphikisana nawe, kanti ungakusebenzisa futhi nawe ukubhekana nabo.														
Lokhu kuzoba nokusiza ekwenzeni izinga lokuphazamiseka ekuhlelekeni kwemboni kulesi sikhathi sokunyuka kokuncintisana kwimakethe nokwehlisa ukumoshakala kwemali engena kwa-SABC.														
Isexwayiso kumele samukeleke sokuthi wonke umlando wabantu usuka ngokuxoxelwa.														
Isikhala esikhona Ophikweni Lokuphathwa Kwemisebenzi futhi sincike ekucubungulweni kabili ngonyaka ukuthi umuntu usebenza kanjani kusona.														
Uphiko olusha lokucubukungula izifo luzoqaliswa ezakhiweni zesibhedlela esasibizwa nge-Paarl East Day Hospital.														
Ngakho ngiyabona ukuthi impendulo yakho ichaza ukuthi waqeqeshwa njengethimba labasocongi.														
Ngebhadi , lokhu bekulokhu kunikezwa njalo njengesaziso esanele , noma uvivinyo olwanele ngasosonke isikhathi kodwa ngaphandle kokuxhumana nabafanele ukulisebenzisa.														
Ngesambulelo sezindawo zamakhono  lokhu kuzosiza  abantu kulomkhakha ukuthatha lelithuba lokukhula ngokuya kwesikhathi salomcimbi.														
Ezinye zezibhedlela zidinga ushintsho lwezingqalazidingo futhi kuzodingeka isikhathi esengeziwe sokuzilungiselela ngaphambi kokuba ziqale ezibhedlela.														
Izidingo zamanje futhi nolwazi olubalulekile ngephalamende njengoba liqala.														
Labatshalizimali bangaba noma bangabi abazokwazi ukukhokha mangabe sekulethwe umkhiqhizo.														
Indawo kaHulumeni engasechwebeni akumele ukuthi inganakwa, ngoba ngokuhamba kwesikhathi izosiza umphakathi.														
Isabelo sezimali ngokwezigaba sisuka ohlelweni, isibonelo imali yokucebisa, izindleko zokugaya, njalonjalo.														
Inani lamalunga amele izinhlaka zikaHulumeni kanye nezinkambiso ezakhiwe umthetho kumele zingeqi kwingxenye yamalunga ebhodi, engabalwa uSihlalo.														
Sesikwazile ukufaka isicelo ngoba siphumelele ekwakheni usiko lokukhokhelwa kwezidingo eDolobheni laseKapa.														
Ukuxegiswa kwesikweletu kumele kuqhubeke kuhlelo lwethu njengoba sixhumana namazwe asathuthuka.														
Ukulwa nobugebengu obushubile kuyaqhubeka ukuba inselelo ebhekene nesifundazwe sethu kanye nezwe lonkana.														
Sihlongoza ukuqhubeka kepha uma sibona ukuthi sihlangabezana nobunzima sizokuveza lokho.														
Eqinisweni, sibe nonyaka omatasatasa kwizinto zokuthuthukiswa kwe Afrikha esikhathini eside esizayo.														
Kuyakhathaza kakhulu uma ulandela lemibiko evela kwabezindaba bakuleli nabakwamanye amazwe.														
Umbiko wamaphoyisa kwikhompuyutha kumele udlale indima eqinile ekufundiseni abantu ngezinto ezifana nokusebenzisa izidakamizwa ngokweqile.														
Izingcinalwazi zaseNingizimu Afrika zizokhetha indlela yokusebenza ngokubheka ikhwalithi, ukufika ngesikhathi, izindleko kanye nobunzima kwabaphendulayo.														
UHulumeni uhlose ukusuka ekuqinisekeni ngokwezindleko ukuze ukwazi ukufika ezingeni eliphezulu loshintsho kanye nezinhlelo.														
Amaphoyisa afisa ukunxusa amalunga omphakathi ukuba angabiki izigameko ezingamanga ngoba uzobanjwa futhi uzogwetshwa.														
Iqiniso lisinikeza isikhathi esengeziwe sokuzibongela kanye nemfundo.														
Kunabantu abaningi baseNingizimu Afrika abasezweni lase-Iraq abenza imisebenzi yezokuvikela ngokungemthetho.														
Ukushoda kwemanganizi ezinkomeni ezimithi kudala amadolo axegayo kumathole eziwazalayo.														
Lokhu kuthuthuka kuxhunyaniswe ukuphendulwa okukhulu okwenziwe kuhlelo labasebenzi bomkhandlu kanye nohlelo lokuphathwa kwezimali okwenziwe kuleminyaka emibili edlule. 														
Izinkomba kulelizinga kumele zigxile emadolobheni kanye nesikhathi esesidlulile ngemva kwalomcimbi.														
Lendawo yethu egudle ulwandle ingukuziqhayisa okucebile bezwe futhi inikeza usizo olukhulu kubantu base Ningizimu Afrika.														
Ngivakashele izikole ezithile zemiphakathi ezikhulume nami ngenkinga yokusebenzisa izidakamizwa kwizingane zesikole emindenini yazo, futhi babe sebecela ukuthi kube nokungenelela. 														
Izigaba ezedlule kanye nezindlela ezazisetshenziswa ukwamukela abantulayo kumele ziyekwe unomphela.														
Siyaqonda futhi ukuthi abantu emhlabeni wonke, banentshisekelo ngaBathwa kanye nangendlela abaphila ngayo.														
UHulumeni kumele azame ukuqinisekisa ukuthi ayikho ingane ephucwa ilungelo layo lokunakekelwa kwezempilo.														
Ukunikezelwa kwamanzi ahluziwe kungasiza ekwehliseni isikhathi esichithwa wumndeni ukuqokelela amanzi, futhi kungavikela ukusabalala kwezifo ezisuka emanzini njengesifo sohudo kanye nokugula esinyeni.														
Lesigaba sihlanganisa umsebenzi wokuqokelela kanye nokusabalalisa izimali, ngaphandle kwalezo zomushwayilense kanye nemali yempesheni.														
Umnyango uyaphikisana nayo yonke inhlobo yokukhwabanisa nokungaziphathi kahle futhi bonke abasebenzi bayathembisa ukuveza yonke iminyakazo ecindezela ukuziphatha okuhle okulindelekile. 														
Loluhlelo lomsebenzi lwakhelwe ukugqugquzela futhi luphakamise izinhlaka ezine ezibalulekile emlandweni njengengxenye yemizamo yokwakha amathuba emisebenzi yezokuvakasha.														
Ukunikezelwa kwamanzi emphakathini kuzolekelelwa futhi kuyisidingo esibalulekile ngenxa yokushoda kanye nekhwalithi yamanzi aphuma phansi.														
INingizimu Afrika isikhiqize abadlali bebhola lezinga eliphezulu amakhulu eminyaka edlule kepha akekho othole amathuba anjengalawa lesi sizukulwane esiwajabulelayo. 														
Zonke izingane ezifuna indawo yokukhuseleka kumele ziqale zibhekwe usonhlalakahle.														
Ukugqugquzela abasha ukuthi basebenzise lelithuba kulonyaka ukuze benze umehluko omkhulu ezimpilweni zabo.														
Ukucwaninga izimo zezindawo ezizungeze lesi sifundazwe, lesikhungo sokugcina amagugu sikhombisa ukuthuthuka kwesifunda sase-Pinetown kusukela  esikhathini esedlule kuze kube yisikhathi samanje.														
Siyaqinisekisa ukwenza umsebenzi futhi kulula ukwazi ngathi, sinikeza inzuzo kwimali, sibhekelela amakhasimende ethu futhi siqikelela izinga eliphezulu.														
IJalimane njengelinye lamazwe aphezulu kwezezimboni emhlabeni jikelele iphinde ibe elinye lamazwe adlelana neNingizimu Afrika.														
Isixazululo singatholakala, uma labo abaphethe loludaba bengaluphatha kahle.														
Umkhandlu kumele ucebise abaphathi bamazwe ukubheka izindlela nezenzo zokungenelela odabeni lwase-Palestina.														
Labo abasebenzisa umhlaba ezikhumulweni zamabhanoyi eziphezulu kumele benyuse izinga ukuhlangabezana nezidingo ezithize zabavakashi.														
Kutholakele ukuthi uLehohla ukhokhele inkampani yakhe yezomhlaba ngokusebenzisa imali ejwayelekile ebolekwa ebhange, futhi abukho ubufakazi bokuthi yena qobo lwakhe usebenzise izindlela ezingalungile zokuthola imali.														
Ngatshelwa ukuthi angikhiqize inkulungwane yamakhilo futhi lokhu kwadlula kwiminyango efanele yezimali zenkampani. 														
Kodwa wasitshela ukuthi ungumlandeli nje kepha akanalo ikhadi lobulunga.														
Ibhuku lamazwi okudlulisa ukuzwelana lizotholakala kusukela kusasa emyango wase City Hall ukuze lisayinwe.														
Leli siko elisha selenze umehluko obonakalayo ngaphakathi kanye nangaphandle kulengxenye yezwe.														
Eminyakeni eminingi abantu base Ningizimu Afrika baphendulile ezimweni ebezibabhekile futhi benza isakhiwo sokulawula indawo abahlala kuyona njengoba kukhonjisiwe kulombiko walomhlangano.														
Ubalula okubalulekile kumele kunikezwe ekuxhumaneni ngokwezobunjulalwazi emkhakheni wezezimayini ukuthuthukiswa kwemikhiqizo yezimbiwa phansi njll.														
Uhlelo Lukazwelonke  lwezinkomba Zendawo Esiphila kuyona  lwaqaliswa ngoba kudingeka ukuthuthukiswa kwezinga lokubika ngokwezindawo  zaseNingizimu Afrika.														
Okudingakalayo kanye nokufanele kwenziwe abalingani kuyocaciswa futhi kuxoxiswane ngakho uma kunesidingo.														
Zonke izingane ezisolakala ukuthi zinokuphazamiseka emzimbeni kumele ziyiswe emtholampilo oseduze ukuze zibhekwe futhi zelashwe.														
Lemihlangano yenzelwe abasebenzisa ulwazi ukuba bathole ulwazi olujulile ezintweni abazidingayo emkhakheni eqondene nabo.														
ONgqongqoshe bezangaphandle basemazweni ayisikhombisa ezizwe zamasulumane abebehlangene e-Islamabad banxuse impendulo ngezindlela ezihlelekile ukubheka uhlelo lwenuzi lwase-Iran. 														
Lapho esigcina khona ulwazi kukhona izinhlobo ezahlukene zolwazi iningi lazo esizithole kwabanye.														
Nginesiqinisekiso sokuthi sonke esikulomhlangano obalulekile asiwavalile amadlebe ethu nemiqondo yethu kulesikhalo sosizo esithinta inhliziyo.														
Loluhlelo luqikelela ukuhlanganisa yonke imizamo yabathintekayo ukuqinisekisa ukusetshenziswa okuphelele kwezingqala sizinda.														
Lomkhandlu uthathe igxathu ngemuva komhlangano woNgqongqoshe basemazweni ase Arab nase Ntshonalanga osuka kwigxathu elibuyekeziwe elathathwa eNgilandi.														
Ukunyusa ukusetshenziswa kwamanzi ezolimo kuzwelonke, inhlabathi kanye nemozulu ukuthuthukisa ezomnotho ezisimeme. 														
 Abatshali bezimali, abazoba nethuba lokuthuthukisa ihhotela ngokubambisana, kubikwe ukuthi ngo-Julayi bavakashele indawo okuzokwakhiwa kuyona.														
Kunezingxenye ezine ezithintekayo ukubalula, umsebenzi, umqashi kanye nezingxenye eziningi zika Hulumeni.														
Ngabe ukuxhumanisa kusho noma kukhombisa ukuthi usuthatha izinqumo jikelele ezithinta ezokuphepha enkundleni yase-Ellis Park?														
Ngiyacabangela, kepha ungiqondise uma nginephutha, kwakuyizikhathi zehora lesine ngalobo busuku, ngesikhathi uMnumzane Lewis, isekela lami lingifonela  endlini ekhaya.														
Wazi kangcono kunami ukuthi umhlaba yindaba esishubile kulelizwe.														
