zulu.127.Soap
B4509/03/09
® Trademark © Johnson & Johnson (Pty) Ltd 2009. NGEMINYE IMINININGWANE SHAYELA KU-0860 410 032. JOHNSON’S® Baby recommends www.babycentre.co.uk
NJENGOBA ABAKWA-JOHNSON’S® BAZI UKUTHI BONKE ABANTU BANEZIDINGO ZABO, BAKUNIKA OKUNINGI ONGAKHETHA KUKONA:
Sithambile
Khumbula, uma ikahle esikhumbeni sengane, izokwazi ukugcina isikhumba somndeni wakho wonke sithambile sinempilo.[z]
 I-JOHNSON’S® Baby Aloe Vera Soap ine-Aloe Vera yemvelo – esinye isithako semvelo esiyisiswakamisi eselaphayo.
 I-JOHNSON’S® Baby Lotion Soap inothiswe ngeziswakamisi zesikhumba sengane esithambile.
 I-JOHNSON’S® Baby Oil Soap ivalela umswakama ukuze isikhumba sihlale sinempilo.
 I-JOHNSON’S® Baby Bedtime Soap ikhipha amaphunga eNATURALCALM™ kanti ikahle uma uyisebenzisa ngaphambi kokulala.
 I-JOHNSON’S® Baby Regular Soap
inegwebu elihle elisakhilimu.
Ngabe ngeke uthande ukuba nesikhumba esithambile esinempilo
njengesomntwana?
UKUGEZA ngensipho ekahle yisinyathelo sokuqala sokuba nesikhumba esithambile esinempilo. Ukuze isikhumba somndeni wakho sithambe ngokwemvelo, gwema ukusebenzisa insipho eyingozi eqeda owoyela bemvelo esikhumbeni sisale somile sihazukile.
I-JOHNSON’S® Baby soap yenzelwe isikhumba sengane esizwelayo kanti ikahle ezinganeni nasemndenini wonke. Yenziwe ngezithako ezimsulwa kanti inokhilimu osusa ukungcola ngaphandle kokomisa isikhumba, sisale sifreshi sithambile.
sihle
EZENTENGISO
