zulu.1268.block
BONA ZULU October 2008
WINA
Zithokozise uthuthukise ulwazi lwakho lwesiNgisi. Phendula ulandele imicibisholo uzothola igama likasopolitiki ezikweleni ezimnyama. Isithombe sizokunika umkhondo.
BLOCK PUZZLE
12 amahampa eBic Soleil Clic abiza R250 iyinye
I-SOLEIL CLIC insingo (razor) entsha yezintokazi yakwaBic enamakhanjana abukhali amathathu kanye ne-strip somswakama esenza ushefisise. I-Soleil Clic iyatholakala ngemibala emine kanti ifika inezinye izinsingo ongabuye uzisebenzise.
Ukuze uwine ihampa yeBic Soleil Clic equkethe ama-starter pack amabili, izinsingo ezimbili nokunye ongakuthokozela, gcwalisa izikwele ukuze uthole igama elifihlekile.
Bhala impendulo kwi-postcard, igama lakho, ikheli nenombolo yocingo yasemini bese uposela kuleli kheli: BONA/Block Puzzle No 84 (October) Competition, Box 32067, Mobeni, 4060 noma uSMSe impendulo ku-35919.
(I-SMS ngayinye ibiza R3.) [z]
no.84
