zulu.2931.aloe b
Khumbula, imikhiqizo yakwaJOHNSON’S® Baby yenzelwe ukusiza esikhumbeni sengane esizwelayo, okusho ukuthi isilungele nesakho!
® Umkhiqizo wakwaJOHNSON & JOHNSON © J & J (Pty) Ltd 2008. Ngeminye imininingwane shayela ku-0860 410 032. JOHNSON’S® Baby recommends www.babycentre.co.uk
BEST FOR BABY
BEST FOR YOU
Okokunakekela isikhumba
OKUNE-aloe
UTHI UBUWAZI?
I-Aloe (inhlaba) imila ezingxenyeni eziningi zase-Africa. Side isikhathi abase-Africa bekuqonda futhi bekuncoma ukwelapha kwalesi sitshalo kanti basisebenzisa uma bethaka amakhambi abo noma ekunakekeleni isikhumba. Namuhla umhlaba wonke uyazi ukuthi i-aloe vera isiqhakazisa kanjani isikhumba.
IHLANZA KAHLE
I-JOHNSON’S® Baby Aloe Vera Soap isakhilimu kanti ihlanza isikhumba ngaphandle kokusomisa. Isishiya sifreshi sithambile.
IYASWAKAMISA YELAPHE
• I-JOHNSON’S® Baby Aqueous Cream ene-Aloe Vera noVitamin E yisiswakamisi esilungele zonke izinhlobo zesikhumba. Iqeda ukoma kwesikhumba ngokubuyisela umswakama waso
isiswakamise amahora angu-24 ukuze sibe bushelelezi, sithambe sibe nempilo.
• I-JOHNSON’S® Baby Oil ene-Aloe Vera noVitamin E isiza ngokugcina umswakama ukwedlula amanye ama-lotion noma okhilimu uma uyigcoba esikhumbeni. Faka amaconsi ambalwa emanzini okugeza nsuku zonke noma uyigcobe esikhumbeni sisaswakeme. I-aloe vera yelapha isikhumba kanti uVitamin E wenza sibukeke kahle.
• I-JOHNSON’S® Baby Jelly eneSoothing Aloe Vera noVitamin E ivalela umswakama esikhumbeni isivikele ebumanzini.[z]
AbakwaJOHNSON’S® Baby bethule uchunge lwemikhiqizo yokunakekelwa kwesikhumba olunothiswe ngezithako ezelaphayo neziswakamisa isikhumba ze-aloe vera noVitamin E - lukahle esikhumbeni sabancane nabadala.
ezentengiso
