zulu.2906.Shoprite
Thokomala noShoprite
Okubiza kahle kokuthokomalisa wena nomndeni wakho
“Ngagajwa yintokozo ngesikhathi ngithola amawele. Ngabe lokho kusho ukuthi ngizofa yizindleko? Cha ngeke kube njalo uma nginoShoprite eduze kwami! NgoShoprite, kufana nokuthi uthola okubili ngenani lokukodwa! Ngathola ukuthi uShoprite unochunge engiludingayo ezimpahleni zezingane – kanti ngizithola ngeShoprite Price – okusho ukuthi ngiyonga ngokwezindleko ngisale nemali yokwenza engikuthandayo. Kuhle lokho.”
KwaShoprite banezinhlobo eziningi zokudla kwabantwana ukwedlula wonke amasuphamakethe eSouth Africa, okusho ukuthi ngokuthenga kwabo ngemali eningi, bayakwazi futhi ukwenzela amakhasimende abo izaphulelo ngamanani aphansi.
Amanabukeni eRitebrand yakwaShoprite ayiDisposable, akhiqizwa apakishwe abenzi bamanabukeni abahlonishwayo – okusho ukuthi uthola okuyikhwalithi ngamanani aphansi! Ochungeni lwabo lwezimpahla zezingane sekukhona nokokuhloba, amabhodlela namathoyizi. Umthengi wonga imali ngeShoprite Price onge nesikhathi ngoba uthola konke akudingayo esitolo esisodwa.
Iphakethe lamanabukeni angu-18 libiza R29.99
Khumbula ukukhetha imikhiqizo eyikhwalithi yeRitebrand yakwaShoprite -- ngokwenzenjalo uyokhetha kahle.
B2853/06 Izindlela zokuhlela ngulINDA BEAN Izithombe nguGRAEME BORCHERS
ezentengiso
Ijakhethi yeWinnie The Pooh eyi-windbreaker R69.99
I-babygrow yeWinnie The Pooh
R49.99
I-babygrow yeWinnie The Pooh
R39.99
Ijakhethi yeWinnie The Pooh eyi-windbreaker ne-vest r59.99
I-babygrow yePooh Bear and Eeyore R29.99
I-top yePooh Bear
R59.99
I-top yeWinnie The Pooh
R29.99
Ubhulankethi one-satin R89.99
I-gown nama-slippers
R89.99
Ubhulankethi osesikhwameni esimise okwebhele R69.99
Amabhodlela eQutie angu-3 275ml R39.99
Ama-waterproof angu-3 R25.99
Ama-bib ezinsuku ezingu-7
R25.99[z]
