zulu.2841.Free
Izinwele ezinhle
Imikhiqizo yakwaSofn’free yenzelwe izinwele ezigoqene ngokwemvelo. AmaRegular Relaxers, ezinwele ezithambile ano-vitamin E oil kanti amaSuper Relaxers, ezinwele ezihlangene ane-Aloe Milk. Sebenzisa iSofn’free Neutralising Conditioning Shampoo emva kokwelula izinwele, kanye neSofn’free Reconstructing Conditioner, ukuze izinwele zibe zinde, zicwebezele zikameke.
UBONA unamahampa angu-11 emikhiqizo yeSofn’free abiza R350. Bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini kwi-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/Sofn’free Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe SOFNFREE ku-35919.
Izipho zika-
IMITITILIZO
Izikhwama zokupakisha
AmaVacBags akwaTevo enza ukuba ube nendawo eningi yokupakisha izimpahla zakho ngemizuzu embalwa ubuye uzivikele esikhunteni, kwi-fish-moth nasezintulini! Lezi zikhwama ezingangenwa wumoya namanzi zikahle ekubekeni izingubo nama-duvets nokunye. Izinyathelo ezine okumele uzilandele ezokupakisha, uvale, ukhiphe umoya ngaphakathi usibeke!
UBONA unamahampa akwaTevo abiza
R2 000 iyinye aneVacBag, iShox Speaker, iDriBuddi neSlinky Coil Hose ophisana ngawo. Bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini kwi-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/Tevo Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe VACBAG ku-35919.
Thola iVacBags ezitolo ezinkulu, shayela ku-
0861-77-88-88 noma uvakashele ku-www.tevo.co.za
Isikhumba esithambile
Imikhiqizo yakwaJOHNSON’S® Baby yenzelwe ukuqinisekisa ukuthi imnene. Lokho kusho ukuthi izithako zayo zihloliwe ukuze ziphathe kahle isikhumba sengane. Uma usebenzisa imikhiqizo yakwaJOHNSON’S® Baby enganeni ungaba nesiqiniseko sokuthi izonakekela isikhumba sayo esizwelayo ngendlela ekahle. Lokhoke kubizwa ngeJOHNSON’S® Baby Softness.
UBONA unamahampa emikhiqizo angu-16 abiza R250 iyinye ophisana ngawo. Bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini kwi-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/JOHNSON’S® Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe JOHNSONS ku-35919. [z]
® Trademark © Johnson & Johnson (Pty) Ltd 2009
Izinzipho
ze-gel
Manje ungazifakela izinzipho ze-gel usekhaya. Ziningi izinhlobo zezinzipho ongakhetha kuzona ochungeni lakwa-Angelic Nails, kanti okuhle wukuthi ungalungisa nezinzipho eziphukile.
UBONA unama-kits ayisithupha nama-workshop abiza R750 iyinye ophisana ngawo. (Ama-workshop noqeqesho kuzobanjelwa ePitoli naseThekwini – izindleko zokuhamba nezokuhlala azibaliwe.)
Bhala igama, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini kwi-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/Angelic Nails Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe ANGELICNAILS
ku-35919.
Usuku lokuvala: 31 March 2009.
*(I-SMS ngayinye ibiza R3.)
