zulu.2775.free
Iziphaqulo nezikhwama
zakhona
Imikhiqizo yeZuri i-Press Powder, Loose Powder neLiquid Foundation igcina isikhumba sibushelelezi sisihle. Ama-lipstick ale mikhiqizo avikela izindebe futhi ahlala isikhathi eside. UBONA unezikhwama eziyishumi zemikhiqizo yeZuri ezibiza R400 sisinye. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nocingo lwasemini uposele kuleli kheli: BONA/Zuri Make-up Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe ZURIMAKEUP ku-35919.
Ukunakekelwa kwesikhumba
Imikhiqizo yePalmer’s iCocoa Butter Lotion, SPF15 Lip Balm, Firming Lotion, Aloe Vera Gel neMoisturising Body Oil isiza ekugcineni isikhumba sicwebezela sibushelelezi njalo. UBONA unamahampa angu-16 emikhiqizo ye-Palmer abiza R250 iyinye onikezela ngawo. Kwi-postcard bhala igama lakho ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini uposele kuleli kheli: BONA/Palmer’s Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060,
noma u*SMS PALMERSLOTION ku-35919.
Ngeminye imininingwane, vakashela: www.palmerscocoabutter.com
Izipho zika
Izinwele ezinhle
Abe-Easy Waves banochunge lwemikhiqizo yekhwalithi yamanani ongawamela nokuyimikhiqizo evikela yondle zonke izinhlobo zezinwele ngaphambi nangemva kokuzenza isitayela.
UBONA unamahampa angu-11 emikhiqizo ye-Easy Wave abiza R350 iyinye onikezela ngawo. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo yasemini uposele kuleli kheli: BONA/Easy Waves Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe EASYWAVES ku-35919.
Ikhambi lesikhumba
Imikhiqizo yeFreroux yenziwe ngowoyela bendalo nezitshalo yagunyazwa ngodokotela. UBONA unamahampa amahlanu emikhiqizo yeFreroux abiza R700 iyinye. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo yasemini, uposele kuleli kheli: BONA/Freroux Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe FREROUX ku-35919.
Imibuzo: 014-533-4973. Thenga ku-www.freroux.co.za
E-mail: info@freroux.co.za - Amathuba omsebenzi ezamabhizinisi ayatholakala, nama-agents ayadingakala.
OKWAMAHHALA
Usuku lokuvala: February 27, 2009.
*(I-SMS ibiza R3.)
