zulu.2701.Takalani
UKUNAKEKELA
BONA ZULU – December 2006
Yebo. Maningi amacembe aluhlaza ozowadla.
Hey mngani omncane, uyakuphi?
Kuyangijabulisa ukutholela umngani wami omncane ikhaya!
Mmm, ukherothi omnandi wesobho.
Yigama elihle lelo Moshe!
Umswenya. Wow muhle!
Kungcono uhambe nami
Kumnandi namhlanje ilanga libalele nezinyoni ziyacula!
Hi Moshe, awubheke ukuthi ngitholeni etheksini yami.
Ngizowubiza ngegama elithi Kupukeji!
Woza sizokutholela indawo yokuhlala!
Uma lo kherothi usulungele thina, ngiyacabanga ukuthi noKupukeji umlungele!
Yebo, Moshe. Nami ngicaba-nga kanjalo.
Ngicabanga ukuthi uzojabula engadini yami, Zikwe.
Bye, Kupukeji, ube nosuku oluhle!
Leli kuzoba yisobho elimnandi esizolidla sonke.
Kuhle ngoba uyabanakekela bonke abangani bethu Kami!
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho, nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane yakho ukuze oyiSanlam advisor noma i-broker bakuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Kami, nanku omunye ukherothi futhi. Manje usunemibili yesobho.
Ngizofaka lo kherothi ngaphakathi ukuze uKami awufake esobheni lakhe!
Kami nanku ukherothi ofreshi omnandi!
Mmm, isobho elihle. Ngiyabonga Kami, ungumngani weqiniso!
Ngiyabonga Moshe, kodwa sidinga okherothi ababili baleli sobho.
BONA ZULU – December 2006
Igama: .....................................................
Ikheli: ......................................................
..................................................................................................... Ikhodi: ..............Ucingo: .....................................................
I-ID: ..........................................................
UMoshe wethembise ukungilethela ukherothi esizowufaka esobheni.
Kami, nginomningi engadini, ngizoletha omunye owodwa.
