zulu.2562.lubners
I-Monaco 3-Piece lounge suite, R6 999
Isitayela ongasithenga kalula
AbakwaLubners baphuma phambili uma kukhulunywa ngokuhlanganisa ubuhle nekhwalithi namanani aphansi!
I-Sansui Plasma 109cm TV, R14 999
I-Victoria 3-Piece Kitchen Unit, R3 999
Abantu abaningi basenza iphutha lokucabanga ukuthi okuyikhwalithi kumba eqolo bagcine sebethenge okungeyona ikhwalithi. Kusho ukuthi abakezwa ngoLubners, isitolo sefenisha esiyintandokazi eSouth Africa lapho ungathola khona okuyikhwalithi ngamanani aphansi.
Sekuphele iminyaka engu-100 abakwaLubners benza ifenisha ongaziqhenya ngayo. Ifenisha yakwaLubners yenziwa ngobunyoninco kanti lowo nalowo phisi abawufakayo ngowesimanjemanje (futhi baqiniseke ukuthi ayibi yisitayela esizosheshe siphelelwe yisikhathi). KwaLubners ubuye uthole ukuphatheka kahle kanti uma ufuna izimpahla zikagesi, imibhede, amaTV, audio equipment, amaDVD nama-cellphone ungakuthola kwaLubners.
Ukuze uwine umkhiqizo owodwa kulena ekuleli khasi, SMSa u ‘WOW BONA’ ku- 34322 ungakashayi umhlaka 30 March 2007. I-SMS ngayinye ibiza u-R2 — nawe ungaba senhlanhleni! Wow, uLubners uphuma phambili! [z]
I-Sansui Loose Component System, R3 999
I-Viola Couch, R1 999
I-Rustenburg Entertainment Unit, R1 999
I-Matola 3-Piece Bedroom Suite, R1 999
