zulu.117.Shoprite Adv
Mesh back scrubber, R9,99
8 piece bath set esesikhwameni, R29,99
ezentengiso
Zenze ube muhle kwa
Ukukusiza ukuze ube nesikhumba esihle, uShoprite ukunika isephulelo sika-R2 kunoma yimuphi umkhiqizo wakwaPond’s
SONKE siyazi kufanele sinakekele izikhumba zethu ngokulandela le mithetho, ‘Cleanse, Tone and Care’. Kodwa bangaki abethu abakwenzayo lokho? Kulula lokho ngoShoprite. AbakwaShoprite bayazazi izidingo zowesimame wanamuhla nokuthi kufanele azinakekele.
Umthengi ohlakaniphile uyazi ukuthi uzoyithola yonke imikhiqizo yakhe yezobuhle kusukela kweyokunakekela isikhumba, izinwele, izinzipho, okhilimu bezandla nabomzimba ngemali ephansi kwaShoprite. Kodwake umthengi ohlakaniphile ngeke akhokhe ngaphezu kwamanani akwaShoprite kwaShoprite. UShoprite wenza izinto zibe lula - njengalezi zindlela ezilula zansuku zonke zokunakekela isikhumba.
• CLEANSE Sebenzisa i-cleanser engenansipho ukususa konke ukungcola okusesikhumbeni sakho, njengoba izikhumba zethu zihlale zingcoliswa wukudungeka komoya nsuku zonke.
Ukungabi nansipho kwalo mkhiqizo kusho ukungabi negwebu ezithakweni zayo.
• TONE Ukususa yonke i-cleanser kuvuseleleke ukuba freshi besikhumba, ukuze usilungiselele ukusifaka i-moisturiser.
• CARE Lokhu kuchaza ukuthi - Vanish, Moisturise noma Treat, nokuncika ezidingweni zesikhumba sakho.
• VANISH Abantu abanesikhumba esichichayo nesinezinkinga badinga ukusebenzisa i-vanishing cream emunca ilawule izinga lokuchicha kulezo zikhumba ezinamafutha.
• MOISTURISE Isikhumba sihlale silahlekelwa amanzi abalulekile. Indawo yawo kufanele ithathwe yi-moisturiser ukuvikela ukoma.
• TREAT Ukukwelapha okuyisipesheli kanjalo nemikhiqizo emuncayo njenge-mask nezinhlayiya zasebusweni kungasetshenziswa, nokuyinto encika ezidingweni zesikhumba sakho. Isikhumba esomile kufanele selashwe ngomkhiqizo osondlayo ubusuku bonke.[z]
Shoprite
B3043/06 Isithombe: GREATSTOCK
