zulu.2448.contents
kulolu shicilelo
August 2007
Ucwaningo lukaBONA
14 ‘Sokani bonke abesilisa’
Sibheka ubumqoka balesi sitatimende esiyindida nokuthi ukusokwa kungaba namthelela muni ekulweni ne-AIDS
30 Ngabe bakhuthaza ukungaziphathi kahle? Abe-LoveLife bayaziphendulela njengoba kuthiwa izikhangiso zabo “ziyethusa”
9 Ukungcwatshwa uhleli: Lawa mabhokisi amasha angayonga indawo, kodwa ngabe ahloniphekile?
ezibalulekile
19 Ezezimali: Qaphela abathi bazokutshalela imali
20 Umshado wezinkonkoni: Bashade ngendlela yesintu
22 Kuyafiwa eKenya: Iqembu elibulala abantu
26 U-KB: Uzozibambela mathupha emsebenzini wakhe
28 U-Sbu Leope: Udlala izimfamona
32 Sisekhaya: Sivakashele ikhaya eliseLowveld
39 Ulwela ubuntu: Ifilimu yaseHollywood ikhuluma ngayekwenza esekwiMK, kodwa uPatrick Chamusso
uthi impilo yakhe imangalisa kakhulu manje
64 Ezemisebenzi: Owokukhanda ugesi
72 Ukusha: Ungakwelapha kanjani?
89 Ukungaphefumuli kahle: Konke nge-asthma
92 U-Angélique Kidjo: Uzigqaja ngokuba ngum-Africa – nokuculela umhlaba
96 USiphokazi Maraqana: Okwenza angabi nandaba nosayizi wezinyawo zakhe
102 Ubani ovuthayo nongavuthi: Sibheka isizini entsha yePSL
okwabesimame
48 Ifeshini: Imititilizo ebiza R200 nangaphansi
54 Ezobuhle: Yehlisa izimpawu zokushwabana kwesikhumba
68 Okumnandi kwamazambane
72 OkwaseSouth Africa
okwabazali
76 Izeluleko zomama nobaba
82 Ezabasha: Ukuba ngumuntu omusha
funda noBONA
58 Amaqiniso nama-puzzles
62 I-Takalani Sesame
imincintiswano nemititilizo
66 Okwamahhala
74 Kowe-Bake with your soul ungawina imiklomelo ka-R400 000
100 I-BONA Block Puzzle
106 OwokuKhomba iBhola
ezingaguqukiyo
l5 Izincwadi l10 Okwenzeka ezweni l42 Ezemithi l44 Okwenzeka kwiBEC l46 Umbiko wabeBEC l86 Ezempilo l99 Uthini Umthetho l108 Sis Sarah l112 Izimpendulo zama-puzzle l114 Izinkanyezi Zakho l115 Majimbos
Isithombe ekhaveni: PHILIP SCHEDLER
BONA ZULU – August 2007 3
