zulu.2314.missing
BONA – August 2005
100 BONA – August 2005
Ufuna isihlobo noma umngani oweduka? Thumela imininingwane ngalowo muntu, mhlawumbe singakusiza sikufunise umthole uma usenhlanhleni.
Ikheli: BONA/Missing, Box 32083, Mobeni, 4060. Ungakhohlwa wukubhala igama lakho nekheli!
Ubaba uMoeng, owayesebenza ezimayini eKuruman engowaseBotswana. Umama wami kwakunguBebeiti Mary Morokoco waseMapiniki. Xhumanani noTshenolo Molapisi, Neo Skalk 5012, Huhudi, Vryburg, 8601;
cell: 073-738-4373.
UThemba Stanley Godi, wagcinwa ukubonwa ngo-1984. Ingane yakhe inesifiso sokumbona.
Xhumanani noTheziswa B. Thiwani, Box 259, Mount Frere, 5090;
cell: Nosithembele: 072-261-0195.
UZameka Rafani, wagcinwa ukubonwa ngo-1987 esePort Elizabeth.
Xhumanani noL. Songca,
cell: 079-537-1412 noma 073-811-3664.
UBongani Sithole ohlala KwaMashu. Ingane yakhe nguSazi (oneminyaka engu-9) kanti umama kaSazi nguNtombinkulu Veronica Majozi. Wayekade ehlala eClermont kodwa engowokudabuka eMnambithi. Xhumanani noNomthandazo Majozi, L1031, Umlazi Township, PO Umlazi, 4031; cell: 078-172-3105.
Umalume wami uMpempe Paseka Issac, wahamba ekhaya ngo-1988. Kukholakala ukuthi usePitoli. Xhumanani noMpempe Motsamai, Box 22730, Dikgakeng, 9872;
cell: Motsamai: 084-980-1940, Maletsatsi: 076-132-9976 noma uMokete: 072-198-4984.
Umama kaKhensani Phyllis Khoza wagcinwa ukubonwa eThembisa lapho ayeyilungu le-Assemblies Of God.
Xhumanani noTshidi, C423 Pitso Street, Thokoza, 3838;
cell: 083-735-9245.
Umalume wami uNoteli Sandile Gangqa waseMpofu sagcina ukuzwa ngaye esasebenza eGoli.
Xhumanani noNomabhelu Gangqa, Box 608, Gonubie, East London, 5256;
cell: 043-740-1267 noma 082-654-9910.
Ubaba wezingane zami ezimbili uMichael Masenya waseRathoke eduze kwaseMarble Hall, ngagcina ukumbona ngo-1997. Umama wakhe nguLettie kanti abafowabo ngoDavid noLucas.
Xhumanani no-Enid,
cell: 073-715-8341. [z]
ULungi Mkhize waseMlazi.
Xhumanani noSthembiso Sydney Phiri, Qalakabusha Prison, Private Bag X20088, Empangeni, 3880.
UJob Jabu Mahlangu, owayesebenza eKleinkoppies eWitbank kusukela ngo-1988 kuya ku-1990.
Xhumanani noZanele Mthombeni,
cell: 082-598-8943.
UJabu, Phindi nomama wabo - isibongo sabo ngabakwaHlatshwayo. Xhumanani noVuyisile J. Tokhwe, Middledrift Correction Centre, Private Bag X06, Middledrift, 5685. [z]
abadukelene
