zulu.230.free
AmaCD kaJonathan Butler
U-Jonathan Butler simazi ngethalente lakhe lokucula i-pop ne-jazz kodwa manje usethathe elinye igxathu ngokushaya ingcwenga yomculo woKholo:
l I-The Worship Project – i-albhamu yakhe yokuqala ayiqopha eSA – inemicu ethi Falling In Love With Jesus, Don’t You Worry nothi It’s Already There.
l I-Brand New Day – asanda kuyikhipha ethakaselwa wumhlaba wonke – inemicu ethi Gonna Lift You Up nomnandi kakhulu othi I Believe.
l KwiGospel Goes Classical – iCD engamasethi amabili ayiqopha bukhoma e-Atlanta – ucula noJuanita Bynum ocula umculo woKholo kanti iyi-orchestra enekhwaya enamalungu angu-75.
Sinamahampa angu-14 analama-CD – abiza R5 000 esiphisana ngawo.
Thumela i-postcard enegama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini kuleli kheli: BONA/Jonathan Butler Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060 noma uSMSe JONATHAN BUTLER ku-35919.
BONA ZULU – April 2008
IMITITILIZO
Abathanda ikhofi
I-Dulcé Café yikhofi elaqala ukukhethwa abathandi bekhofi kusukela ngo-1994. Ama-café akwaDulcé angu-60 akunikeza izidlo ezenziwe ngezithako zekhethelo.
Shona kwaDulcé ukhethe phakathi kwe-mint mocca latte noma i-crispy crostini enama-mushrooms ne-mozzarella!
Sinamahampa amahlanu abiza R3 500 esiphisana ngawo.
Thumela i-postcard enegama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini kuleli kheli: BONA/Dulcé Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060 noma uSMSe DULCE ku-35919.[z]
Bukeka kahle
I-Zuri Press Powder neZuri Loose Powder ikunika isikhumba esibushelelezi kanti ihlala kahle ebusweni.
Abesimame abathanda ukusebenzisa okuluketshezi ebusweni bazoyithanda iZuri Liquid Foundation, engenawoyela nayo ekunika isikhumba esibushelelezi esihle. Phelelisa ubuhle bakho ngama-lipstick akwaZuri athambe kahle, ahlala isikhathi eside angasuki kalula emlomeni.
UBONA uphisana ngezikhwama zama-make-up akwaZuri abiza R500 kanti isikhwama ngasinye sinale mikhiqizo. Ukuze kutonyulwe igama lakho, thumela i-postcard enegama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini kuleli kheli: BONA/Zuri Giveaway, Box 1393, Westville, 3630 noma uSMSe ZURI ku-35919.
Isikhumba esicacile
I-Bio-Clear iluchunge lwemikhiqizo yokunakekelwa kwesikhumba ongayisebenzisa ebusweni nasemzimbeni eyenziwe osokhemisi ukuqinisekisa ukuthi ingeyekhwalithi eliseqophelweni eliphezulu, iphephile iyasebenza.
Kulolu chunge kukhona iBio-Clear Herbal Tissue Oil, Pure Tissue Oil, Intensive Skin Repair Complex, Skin Toning Lotion, Acne & Pimple Cream, Purifying Face Wash, Vanishing Cream, Nourishing Cream for Ageing Skin & Wrinkles, Nourishing Cream with Aloe Vera, Tea Tree & UV Protection neHydrating Hand & Body Cream.
Sinamahampa angu-10 abiza R400 iyinye esiphisana ngawo. Thumela i-postcard enegama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini kuleli kheli: BONA/Bio-Clear Giveaway, Private Bag X1030 Lyttelton, 0140, noma uSMSe BIOCLEAR ku-35919.
Izipho zika-R16 500
Usuku lokuvala ngumhlaka 30 April 2008
(I-SMS ngayinye ibiza R3.)
