zulu.2293.takalani
BONA ZULU - December 2007
IMPILO
Manje sengilindele ukudla ibhulakifesi!
Ngoba futhi ave ngilambile ngalokhu kusa!
Mmm. Isithelo ne-cereal! Yibhulakifesi lami engilithandayo!
Sawubona, Neno.
Ngabe ulale kahle"
Injani indishi enkulu ye-cereal nobhanana"
Bekumnandi kakhulu Moshe. Njengamanje sengifuna ukuyolala futhi...
Kuyangijabulisa ukuzwa lokho Neno. Ibhulakifesi yisidlo esibaluleke kakhulu.
Yini indaba Neno"
Yebo Moshe ngilale kahle.
Yebo Moshe, lokho kuzwakala kamnandi!
Ngoba ngidinga umdlandla omkhulu namuhla Moshe...
Ngoba uma ngivuka emva kwesikhathi kusho ukuthi kuzofanele ngidle ibhulakifesi futhi!
Sikunika umdlandla owudingayo ukuze uqale usuku.
Wow, Moshe. Zonke lezi zingubo zokugqoka kanye nalesi sambulela kuzongigcina ngifudumele, futhi ngomile!
Emva
kwesikhathi...
Mmm, Liyanetha emnyango namuhla.
Kufanele ugqoke ijazi lakho lemvula...
Kanye nama-gumboots...
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa
leli khuphoni usithumelele
imininingwane yakho ukuze
oyiSanlam advisor noma i-broker
akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Moshe, Ngimtshelile uZuzu ukuthi ngizohamba ngiyodlala naye namuhla.
Yini leyo Neno"
Usengahamba uyomvakashela Neno.
Kodwa futhi kukhona okunye engikwaziyo okusigcina somile...
BONA ZULU - December 2007
Zivikele ngalesi sambulela!
IKHELI
IGAMA
UCINGO(W)
ID
(Cell)
Kufanele ugqoke izingubo zakho zemvula.
Uqinisile impela Neno!
Yini izimpahla zami zemvula Moshe"
(H)
Yilanga!
