zulu.2276.takalani
BONA ZULU – October 2006
Takalani Sesame® and associated characters, trademarks and design elements are owned and licenced by Sesame Workshop. ©2006 Sesame Workshop. AII Rights Reserved.
UKUHLANZEKA
Ningakhohlwa wukuxubha amazinyo njalo ebusuku nasekuseni!
Yay, Ngiyawuthanda u-ice cream!
Angikuzwa Moshe.
Neno kufanele uxubhe amazinyo akho ngaphambi kokulala.
Kufanele nobabili ningakhohlwa wukuxubha amazinyo ebusuku.
Mmm, bekumnandi, siyabonga kakhulu
Goodnight, Moshe.
Neno, goo mush bwush yir teefff.
Yebo Ernie, ikakhulu emva kwalo i-ce cream.
Unjani u-ice cream ne-dessert!
Sizophinde siwaxubhe ekuseni.
Ngokuxubha amazinyo nokugeza izandla ngaphambi kokudla, amagciwane awanashansi.
Ngokusa okulandelayo...
Okwabazali Nabanakekela Izingane!
Lolu chunge lwanyanga zonke lweTakalani Sesame ongalufunda nezingane zakho luxhaswe ngabakwa
Ama-vegetable afreshi anilungele!
Siyabonga Moshe nawe Neno, lo kherothi uzokwenza isobho elinomsoco.
Hi Neno, uma usuqedile, masihambe siyokumba ukherothi wesobho likaZuzu.
Kufanele sikhumbule ukukwenza kabili nsuku zonke lokhu!
Bukela uSABC1 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-05h30, ubukele uSABC2 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-09h00, ubukele nangemiGqibelo ngo-06h30 ngesikhathi abangani abangomakhelwane - uKami, Moshe, Zikwe, Zuzu noNeno behleka bedlala befundisana ngezinombolo nangokunye okuzobacija empilweni kwiTakalani Sesame
BONA ZULU – October 2006
Moshe nawe Neno, kufanele nigeze izandla zenu ngaphambi kokudla, ukuze kuphume wonke amagciwane!
Muningi lowo.
Wow, ubukeka ufreshi.
