zulu.21.Takalani Apr
BONA ZULU - April 2008
Yebo, yebo, kwakuhle Kami!
Usukubonile okunye okwehlukile. Angazi noma uzokwazi yini ukubona okunye okwehlukile" Heh heh.
OKWEHLUKILE
Kodwa kungani upende izithombe zakho ezimbili ezifana kangaka"
Ah...azifani...
Yini oyipendayo, Zikwe"
Othi ngikukhombise!
...uma uzibhekisisa, uzobona ukuthi zehlukile. Ungakuthola okwehlukile"
Yebo! Kwaze kwakuhle Kami. Ake sibone ukuthi kukhona yini omunye umehluko ongawubona!
Hi Zikwe. Wenzani"
Ngiyazi! Kwesingakwesobunxele ufake isigqoko. Kodwa kwesikwesokudla, akunjalo.
Oh hello, Kami. Ngiyapenda.
Kwesikwesobunxele uZikwe u-bhlu, kodwa kwesikwesokudla uluhlaza!
Kunezithombe ezimbili zakho Zikwe.
Yebo! Kuhle impela.
Ukubone kahle.
Ngizokunika umkhondo. Yinto engemumva kwami esithombeni. Heh heh.
Yebo, yebo Kami! Ushaye khona. Uyakwazi ukubona izinto ezehlukile. Kodwa kusekhona okuningi okwehluki ongakubona...
Angisakwazi ukubona okunye okwehlukile...
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane
yakho ukuze oyiSanlam advisor
noma i-broker akuthinte uthole
isixazululo sokwakha ikusasa
eliqhakazile lengane yakho.
Takalani Sesame and Sanlam - helping to develop your child's potential
Cha, angiboni Zikwe.
Kungani"
Ngoba... uzipende kusuka okhalweni kuya phezulu.
Yimuphi umehluko wokugcina Zikwe"
Awuboni"
Yini, Kami"
Ngiyazi! Ngiyazi!
Cha...
BONA ZULU - April 2008
IGAMA ........................................................
IKHELI ........................................................
....................................................................
UCINGO (W) .................... (H) ...................
(Cell)............................................................
ID.................................................................
UMSEBENZI WAKHO.................................
Kwesisebunxeleni ume phambi kwezihlahla ezimbili. Kwesikwesokudla ume phambi kwesihlahla esisodwa.
Umehluko wokugcina...ukulesi esikwesobunxele, ngifake izicathulo. Kwesikwesokudla ngifake amabhuzu. Awuboni" La yizicathulo, la amabhuzu.
Oh.
