zulu.214.block
WINA
Cela abomndeni wakho bakulekelele niqagele izimpendulo zale-puzzle uzibeke ethubeni lokuwina ihampa yamaDVDs akwa-UIP abiza R500!
Eyodwa yamahampa angu-5 amaDVD akwa-UIP abiza R500 iyinye
AmaDVD azokwehluka, kodwa ihampa ngayinye izobandakanya ikhophi yeChangeling neWatchmen.
Gcwalisa izikwele uthole igama elifihlekile bese ubhala impendulo kwi-postcard, igama lakho, ikheli nenombolo yocingo yasemini uposele kuleli kheli: BONA/Block Puzzle No 89 (March) Competition, Box 32067, Mobeni, 4060, noma uSMSe impendulo ku-35919.
(I-SMS ibiza R3.) [z]
I-BLOCK PUZZLE YAKHO
no.89
