zulu.2120.Rooibos
BB5036/12/09
Yenza zonke izinsuku kube
yizinsuku zokuziphilisa nge-Rooibos
ngolunye ulwazi nangezinto ongazithola kwi-Rooibos nangezeluleko zokuyisebenzisa, vakashela ku- www.sarooibos.org.za.
Womile?
Abaphuzi be-Rooibos bazokwazi ukuthi leli tiye lingelinye lalawa ahamba phambili ekuqedeni ukoma ongaliphuza. Mhlawumbe nabanye bangasho okufanayo nge-ginger ale. Uma ukuhlanganisa kokubili, uthola ukuphola okumangalisayo nokuyisiphuzo
esizoyizayo esiqeda ukuma kwasehlobo.
Ziqabule nge-Rooibos ne-Ginger
iziphuzo eziqeda ukoma
Zama le resiphi ngokuzayo uma uvakashelwe abangani bakho
ubazwise isiphuzo sasehlobo
esiqabulayo nesimnandi futhi bazi kabanzi nge-Rooibos.[z]
OnguMbhali wezokudla
uCarmencobelela ngalawa
maresiphi alandelayo:
Izithako:
80g amakhasi nojusi wolamula abane
80-100ml ushukela onsundu
250ml i-Rooibos eshubile
Itiye (ama-teabags amathathu)
I-Ginger ale noma i-sparkling
water ebandayo
I-Mint leaves
Indlela yokwenza:
Hlanganisa i-ginger, ujusi
namakhasi kalamula netiye
le-Rooibos endishini yengilazi bese ukulalisa efrijini ukuze
kuqine. Kukhame bese ufaka
i-ginger ale noma i-sparkling water ngaphambi kokukuseva. Kuhlobise ngokukufaka ama-mint leaves. Kuphuma amalitha amabili
EZEZIMAKETHE
