ZULU.2049.Black Silk
Welulile? Kunjalo!
Iyatholakala kuma-wholesalers akhethiweyo, koPick n Pay, Clicks nakwabanye abadayisi nasemakhemisi akhethiweyo ezweni lonkana. Ucingo losizo lwabathengi: 011 579 5000.
...ngoba iBlack Silk inika amakhasimende izisombululo ezinkingeni zawo ezintathu ezinkulu - ama-relaxer ashisa emakhanda, ukoma kwesikhumba phezulu ekhanda nezinwele ezomile
I-SAFE Hair Relaxer yabeBlack Silk ikahle kakhulu ekhanda. Lo mkhiqizo ongajwayelekile usebenza kahle ezinweleni njenganoma iyiphi i-ralaxer kodwa awukushisi ekhanda. Ungabi nexhala lokuvakashela emasaluni uyoshiswa ama-relaxer. Zitholele iBlack Silk Relaxer engeke ikushise. IBlack Silk Relaxer ilungele futhi ukwelula izinwele ezingalungiseki kahle.
Uma ubulunywa ekhanda, khohlwa, ngeke uphinde. IBlack Silk ikunika uchunge lwemikhiqizo yezinwele. Kukhona iScalp Cleansing Shampoo ephathana kahle ekhanda nesiza ekuqedeni inkwethu, iScalp Treatment Lotion eyenziwe ngeSunflower Oil esiza ekulweni nenkwethu yehlise nezinga lokoma ekhanda. Eyokugcina yochunge lwasekhanda yiHealthy Scalp Spray equkethe amaSoy Proteins nama-Amino Acids ukuqinisekisa ukulingana komswakama ekhanda ivuselele nezinwele ezonakele.
Uchunge lweBlack Silk olubhekene nesikhalo sakho sesithathu, wuchunge lwemikhiqizo yokuswakamisa yondle izinwele eyenziwe ngowoyela bemvelo.
• IBlack Silk Oil Moisturising Lotion with Coconut Oil and Jojoba, Almond and Wheat Germ Oils ethambisa ivikele izinwele ezomile neziphukile.
• IBlack Silk Conditioning Oil Sheen Spray with Castor Seed and Mineral Oils yengeza ukucwebezela okusheshayo ezinweleni.
• IBlack Silk Hair Food with Coconut and Avocado Oils ithambisa ivikele izinwele ezomile neziphukile.
• IBlack Silk Moisturising Hair Oil with Lanolin and Mineral Oils yengeza ukucwebezela okusheshayo kanye nomswakama ezinweleni zakho. [z]
EZENTENGISO
