zulu.2033.yourstyle_free
Izipho zika
Okwezinwele zakho
IKair inochunge lwemikhiqizo yokunakekelwa kwezinwele efanele zonke izidingo zakho. Yonke imikhiqizo yabo yenzelwe ukwenza izinwele zakho zibukeka zicwebezela futhi zinempilo. Noma kungelula ukushintsha izinwele zakho zendalo, kodwa ungazikhethela iKair ukuba izinakekele.
UBONA unamahampa eKair angu-20 abiza R200 iyinye aqukethe ama-shampoo, ama-conditioner, imikhiqizo yezitayela, ama-silicone serums nama-spray onikezela ngakho. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli, inombolo yocingo. Ikheli lithi: BONA/Kair Haircare Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe KAIRHAIRCARE ku-35919.
OKWAMAHHALA
Isikhumba esihle
UJohnson & Johnson usuphinde wethula imikhiqizo yochunge lwe-AMBI®. Lolu chunge oluphephile lenzelwe ikakhulu ukunika abesimame ithuba lokuthola imikhiqizo evumelana nebala lesikhumba sabo, isikhumba esikhanyayo nesingenazishishili.
UBONA unamahampa angu-30 emikhiqizo ye-AMBI® ebiza R130 iyinye onikezela ngawo. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini, uthumele kuleli kheli: BONA/AMBI® Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe JOHNSONS ku-35919.
® Trademark © Johnson & Johnson (Pty) Ltd 2009
Phila kahle!
Imikhiqizo yeBioflora iyatholakala emakhemisi kanti ilungele nomgudu wokudla nowomchamo futhi inika impilo enhle.
Uchunge lweBioflora lufanele wonke umndeni wakho ngoba lune-Infantiforte, Kiddie-Forte, Combiforte neCombi 15.
UBONA unamahampa angu-10 emikhiqizo yeBioflora abiza R400 iyinye onikezela ngawo. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini, uthumele kuleli kheli: BONA/Bioflora Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe BIOFLORA ku-35919. [z]
Helpline: 012-348-2367/083-302-7797.
Zicwebe-zelise
Imikhiqizo yezinwele yabe-
African Gold izoshiya izinwele zakho zibukeka zinempilo futhi zizinhle. I-Conditioning Shampoo ine-Shea butter ne-aloe okwenza izinwele zithambe kanti izilungele izinwele ezeluliwe nezonakele, isize nasekuzivikeleni ekutheni zingaphuki.
I-African Gold Leave-In Conditioner ivikela izinwele ekushisweni yizinsimbi nama-blow-dryers, izishiye zithambile futhi ziphilile. I-African Gold Styling Gel Extra-Hold ayinayo imikhiqizo ene-alcohol. UBONA unamahampa angu-10 e-African Gold abiza R400 iyinye onikela ngawo. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo. Ikheli lithi: BONA/African Gold Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u*SMSe AFRICANGOLD ku-35919.
Ngeminye imininingwane xhumana no-J Strickland Africa: 031-700-8263, Email info@jstricklandafrica.com noma iWebsite ethi: www.jstricklandafrica.com
Usuku lokuvala: June 30, 2009.
*(I-SMS ibiza R3.)
