zulu.2018.helplinesE
BONA – August 2005
Usizo...
shaya ucingo
Beka lolu luhlu eduze kocingo lwakho, ukuze usizakale lapho udinga usizo
nguGRACE KHUZWAYO
izingcingo zosizo zansuku zonke
Action On Elder Abuse: eyabantu abadala abahlukumezekile. 0800-003-081.
AIDS: usizo nokwelulekwa: 0800-012-322.
Al Anon: okwemindeni (kubandakanya) nezingane zabantu abanenkinga ekuphuzedni: 021-691-68477.
Alcoholics Anonymous: eyabantu abanenkinga ekuphuzeni: 011- 436-0166.
Anxiety And Depression: usizo nezeluleko kulabo abaphethwe wukukhathazeka nasebecabanga ukuzibulala: 0800-567-567.
Anxiety And Depression For Police Personnel: usizo nezululeko kulabo abangamalungu ombutho wamaphoyisa: 0800-205-026.
Association For People With Disabilities: usizo nezeluleko kwabadala nezingane ezinokukhubazeka: 012-328-6447.
Black Sash: usizo lwezomthetho nezeluleko njengokuthola isondlo, isondlo sikahulumeni nokunye: 021-461-7804.
Childline: usizo lwazo zonke izingane ezihlukunyezwayo noma ezisenhluphekweni: 0800-055-555.
The Deaf Federation of South Africa: usizo nezeluleko kubantu abangezwa emadlebeni noma abanenkinga yokuzwa: 011-482-1610.
Department Of Social Development: uma ubuza ngezondlo zikahulumeni noma ufuna ukubika ngobugebengu obenzeka kuzo: 0800-601-011.
Emergency Police: 10111.
Emergency Ambulance: 10177.
Emergency Contraception: ukuthola ulwazi ngezimo eziphuthumayo ngezinto zokuvikela ukukhulelwa: 0800-246- 432.
Epilepsy South Africa: izeluleko nosizo kubantu abanobulephelo: 0860-374-537.
FAMSA (Family and Marriage Society Of South Africa): izeluleko ngezeMishado nokuzwana emindenini: Gauteng: 011-975-7106/0; KZN: 031-202-8987.
Gamblers Anonymous: ukufundisa umphakathi nokuvikela; ukwelashwa nokwelulelwa kulabo abanenkinga yokugembula: 086-123-3578.
Headway: izeluleko nosizo kubantu abanokulimala ekhanda nabane-stroke: KZN 031-266-2709; Gauteng: 011-442-5733; fax: 011- 447-9957.
Lifeline: kunanoma yiziphi izinkinga zanoma yiluphi uhlobo: 086-132-2322.
loveLife: kweyamahhala 080-012-1100 noma 1900
Marie Stopes Clinics: usizo nokwalulekwa ekukhulelweni, ekuvikeleni ukukhulelwa nasekukhipheni isisu: 0800-117-785; 011-838-3271.
Narcotics Anonymous: ukuhlukumezeka okuncike ekusebenziseni izidakamizwa: 011- 622-3341.
National Responsible Gambling Programme: ukufundisa umphakathi nokuvikela; ukwelapha nosizo lokwalulekwa kwabankinga yokugembula: 0800-006-008; 021-797- 0190.
Poison Centre: ulwazi nezeluleko ngokwelashwa kokuphuzwa kwemithi ngokweqile, nokungenwa wushevu ngengozi: 0800-333-444.
Quadpara Association Of South Africa: izeluleko nosizo kubantu abakhubazeke ngokomzimba: 031-767- 0348/5.
Red Cross Children’s Hospital Poison Line: ulwazi nezeluleko ekwelashweni ekusebenziseni ushevu ngokweqile ngengozi: 021-689- 5227.
SA National Council On Alcohol And Drug Dependence (usizo lokuvikela nokwelashwa): 011-482-7187.
SA Council for the Blind: usizo kwabangaboni: 012-452-3811.
Stop Gender-based Violence: abesimame abahlukumezekile, izingane nabesilisa, kubandakanya ukudlwengulwa nodlame lwasekhaya: 0800-150-150.
Tough Love: izinhlangano zosizo lwabazali bezingane (noma amalungu omndeni) abanezinkinga zokuhlukumeza: 011-886-3344.
BONA ZULU – December 2007
BONA ZULU – December 2007
Izingcingo zabathengi, izikhalo nokunye.
Advertising Standards Authority: izikhalo ngezikhangiso ezidukisayo. Izikhalo kumele zibhalwe - ngemininingwane yokukhalaza, bathinte: fax 011-781-1616; E-mail: complaint@asasa.org.za
The Association Of Debt Recovery Agents: izikhalo ngezenzo zabaqoqa izikweleti: 041-583-5396.
Broadcasting Complaints Commission: izikhalo ngokuhlambalazayo ezinhlelweni noma kwezentengiso emisakazweni neTV: 011- 325-5755 ngemininingwane yokufaka isikhalo sakho.
The Council Of Medical Schemes: izikhalo nganoma yini yama-medical scheme: 012-431-0500; fax: 012- 430-7644.
Credit Information Ombudsman: izikhalo zabathengi namabhizinisi ngokungabi nalwazi ngezikweleti: 0861-662-837.
The CCMA (Commission for Conciliation, Mediation and Arbitration): izeluleko nosizo kuzo zonke ezithinta ezabasebenzi: 0861-161-616.
Durban Legal Aid Centre: 031-304-3290/0236/0100; fax: 031-304-3564/0471.
The Financial Services Board: izivumelwano ngezimakethe zezimali, imishwalense yesikhathi eside noma esifishane nezikhwama zezimpesheni: 0800-110-443.
Furniture Traders’ Association: izikhalo ngabathengisi befenisha: 011-789-6770/1/2; 0861-998-877.
The Health Professions Council Of South Africa: izikhalo ngodokotela abelaphayo nabamazinyo: 012-338- 9300; fax: 012-328-5120.
The Law Society: izikhalo ngokusebenza kwabammeli: 033-345-1304.
Legal Aid Board: izeluleko zamahora angu-24: 08610 LEGAL (53425).
Micro Finance Regulatory Council: izinkinga nezikhalo ngabanika usizo lwemali-mboleko: 0860-100-406.
National Consumer Forum: ukubika usizo lomphakathi olungeluhle, imikhiqizo yekhwalithi engekho ezingeni noma ezithinta abathengi: 012-428-7071.
Ombudsman For Banking Services: izikhalo: 011-838-0035. (Amakhasimende kumele akhalaze ebhange kuqala, ngaphambi kokuxhumana nehhovisi le-adjudicator).
Ombudsman For Life Insurance: izikhalo ezithinta imishwalense: 021-657-5000.
The Public Protector: ukucubungula izikhalo zoku7ngaphathwa kahle kwabantu okwenziwa yinoma yimuphi umnyango kahulumeni: 012-322-2916; 0800-112-040.
Post Office: izikhalo: 0860-111-502.
Retail Motor Industry: izikhalo noma izinkinga zokuthengwa kwezimoto ezingamasekeni noma ezintsha. (Amakhasimende ayanxuswa ukuba ukuthi igaraji noma umdayisi afuna ukusebenzisana naye ukhona yini ngaphansi kwabeRetail Motor Industry, noma i-RMI): Western Cape: 021-939-9440; Port Elizabeth: 041-364-0070; KZN: 031-266-7031; Tshwane: 012-348-9311; Bloemfontein: 051-430-3294.
The South African Insurance Association: imibuzo nezikhalo ezibhekelene nemishwalensi yesikhathi eside noma esifishane: 011-726-5381. [z]
Usizo...shaya ucingo
