zulu.1935.boss
Zisebenze uzimele!
Iningi lethu linesifiso sokungena kwezamabhizinisi lizakhele imali eningi - ukuzimela uzakhele imali kuhle kodwa akulula. Iqinisio wukuthi ambalwa amabhizinisi amancane akwazi ukumelana nesikhathi esingangonyaka. Lokhu ungakwenza kanje...
indaba ngu Grace Khuzwayo
NGISHO ngabe ubomqondo omuhle kangakanani kwezamabhizimnisi kodwa futhi kudingeka uzinikele usebenze ngokuszimisela uma ufuna ukuba ibhizinisi lakho libe yimpumelelo. Kulesi sipesheli sikaBONA special we'll take you through the key steps. Lokhu kubandakanya...
Ungumuntu onjani - uyazazi ungaphumelela
Zibambele mathupha - azi ngokudingayo ngaphambi kokuba uqale
Ukubona isikhala - thola ukuthi imuphi umkhiqizo noma umsebenzi umphakathi odinga ukwenzelwa wona.
Tshela abantu ngalo - maketha ibhizinisi lakho.
PANEL 1
Unakho okuzokuphumelelisa?
KUFANELE wethembeke. Kukaningi ubona abantu ezimbonini bekhushulelwa ezikhundleni ezingabafanele, kodwa lapha nguwe obhekene nesikhundla sokuzipghathela kulokhu okwenzayo.
Ngabe unalo...
UTHANDO!
Kufanele uyithande ngempela into oyenzayo kunokuba uyibone njengento ekungenisela imali.
UKUZETHEMBA!
Ngoba impumelelo ngeke ize kuwena kalula.
ZINIKELE!
Ukuzisebenza kusho ukuzimisela ngokusebenza amahora amade. mKufamnele ukwazi ukuzilawula ngendlela efanele. Uma uziphethe, kulula ukuzifikela nanoma yingasiphi isikhathi noma uthathe ikhefu noma kunini - kodwa kuzodingeka ubambelele emigomweni ozibekele yona.
MELANA NESIMO!
Ukwazi ukusuka kuPlan A ujikele kuPlan B lapho izinto zingahambi ngendlela -nokuba ukwazi ukuvuka uzithathe.
YIBA NOMQONDO!
Thola izindlela ezinhle zokuthuthukisa umkhiqizo wakho.
THUTHUKA!
Kufanele ubuqhubele phambili ubudlelwane bakho namakhasimende akho.
PANEL 2
Unakho okokuqala?
NGAPHAMBI kokuqala ibhizinisi lakho, kuningi okufanele ukuqaphele. Lokhu kubandakanya...
IZIMALI
Uzodinga imali eyanele ukuze uziphilise wena nebhizinisi lakho cishe izinyanga eziyisithupha kuya onyakeni. Khumbula - njengoba uzobe uziphethe - azi ukuthi ngeke usaba nemali ozoyihola zinyanga zonke.
PREMISES
Indawo osebenzela kuyona kufanele ifuze eyokuqhubela ibhizinisi. Uma ukhetha ukusebenzela ekhaya, qiniseka ukuthi ihhovisi lakho noma indawo osebenzela kuyona ikude nomsindo wekhaya noma nokuphazamiseka.
IMPAHLA OYISEBENZISAYO
Ambalwa namuhla amabhizinisi aphumelela ngaphandle kwekhomphyutha, ngakhoke kungakuhle ukuba ihhovisi lakho noma indawo osebenzela kuyona ibe nekhomphyutha, i-printer ne-fax kanjalo futhi ube ne-Internet.
AMAKHONO
Uma unamakhono amaningi, uzozibeka ethubeni more skills you have, the better. Consider taking a business skills course, which should include basic bookkeeping and marketing.
PANEL 3
Spotting a gap
QAPHELA! Uma ubona isikhala emakethe ngomkhiqizo noma usizo oludingekayo - bambelela kulokho, ngokusho kukaFran Piggott oqeqesha abamabhizinisi amancane - kuya kwawabamakhulu.
"Zibuze ukuthi ngani?
"Uma kukuhle kungani pho kungenziwa khona manje?"
Ngakolunye uhlangothi, uma uthola ukuthi abantu benza into obuzimisele ukuyenza, lena kungaba yinto enhle.
Udinga ukuncintisana ngoba yikho okukutshela ukuthi kunemakethe enkulu yomkhiqizo wakho.
Indlela elula yokubona isikhala semakethe wukubheka inkinga ejwayelekile bese usungula umkhiqizo noma wakhe ibhizinisi lakho ngaleso sisombululo. Lesi yisona siqiniseko sempumelelo.
Uhlangana nazo kuphi lezi zinkinga? Lalela abantu uma bekhalaza.
Bakhalaza ngani? Ungakwazi ukuxazulula izinkinga zabo?
PANEL4:
Ukuthuthukiswa kwemikhiqizo
USUKULUNGELE ukuvula ibhizinisi? manje sekudingeka ukuba utshele abantu ngalo, ungakhohlwa wukuthi inhloso yakho wukuzingenisela imali.
"Umkhiqizo omusha uzodla imali eshisiwe nesikhathi esiningi ukuze laziwe ibhizinisi lakho, ngakhoke uzibekele enye ingxenye yokuba ulimakethe (advertising)," kusho omunye wochwepheshe bezamabhizinisi.
Indlela enhle engabizi ekumaketheni ibhizinisi lakho wukuba u6tshele abantu ngalo. labo obatshelile ngalo,yibo mabagcina sebetshela abanye.
But chances are, you'll also need to get the message out there in other ways.
Ungathenga isikhala esincane sokuthuthukisa ibhizinisi ephepheni langakini noma ubhale ama-flyers.
Then there's outdoor advertising, on street poles and rubbish bins. Investigate these options and see if you can afford them.
Don't forget signage where you work - and on your car.
Two things cannot be over-emphasised - your market must target your likely customers, or else you're wasting your money.
Just as importantly, when it comes to signs, flyers and posters, ensure these are professionally done. Crude, handwritten items won't inspire confidence in your business. [z]
NGEMINYE IMINININGWANE:
Abe-SEDA (Small Enterprise Development Agency) banika izeluleko ezibalulekile kulabo abafuna ukuzisungulela amabhizinisi amancane - kubandakanya nosizo lwezezimali. Banamagatsha kulo lonke elaseSA. Xhumana nehhovisi labo elikhulu: 086-010-3703; noma 012-441-1000; e-mail: info@seda.org.za - Web: seda.org.za
ZITHUTHUKISE NGOKWAKHO
ISELULEKO ESIHLE
Ungaxhamazeli...
Uma uqashiwe, kungumqondo omuhle ukuba ungesuli emsebenzini wakho kuze kube umkhiqizo ofuna ukuwudayisa usuwuhlolile nokuyinto ongayenza ngesikhathi sakho.
Isibonelo, uma uzimisele ngokusungula ibhizinisi lokuziphilisa ngokudla, thatha ama-oda emicimbini ngezimpelasonto. Uma lokhu kukuchuma, usungawusebenzisa lo mqondo ekusunguleni ibhizinisi lakho.
DOREEN NGCOBO, umnini webhizinisi lokupheka elinempumelelo
ISELULEKO ESIHLE
Banike abakufunayo...
Uma ufuna isikhala emakethe kufanele uvule amehlo akho ubheke ukuthi kwenzekani kuleyo ndawo uvule nomqondo wakho ucabange ngento noma ngomkhiqizo ongakwakhela imali.
Ngaphezu kwakho konke khumbula ukuthi udinga amakhasimende akho uwanike akudingayo hhayi wena lokhu ocabanga ukuthi kuyadingeka.
FRAN PIGGOTT, of Marketing Guru
STRAPARIAL
U-80%
wamabhizinisi amancane ayehluleka wukumelana nesikhathi esingangonyaka nokuyinto okungafanele yenzeke ebhizinisini lakho.
