zulu.1913.blockpuzzle
BONA ZULU – July 2006
BONA Block Puzzle
Zithokozise uthuthukise ulwazi lwakho lwesiNgisi. Phendula ngokuyikho ulandele imicibisholo uzothola igama lomculi waseSouth Africa ezikweleni ezimnyama.
No 57
WINA!
Uvalwa mhlaka: 31 July 2006
R4 000
U-JAMIE FOXX useyarekhoda kulandela impumelelo yakhe edlala kumafilimu – kanti abalandeli bakhe bagezeke izinhliziyo. Ukuthi bathokozile kufakazelwa wukwenza kwabo isiqiniseko sokuthi i-albhamu yakhe ethi Unpredictable ithola i-double-platinum emva kokuba ithole i-gold ne-platinum award.
Abathandi bomculo abangabafundi bakaBONA sibahlanganisele amahampa amabili anamaCD angu-20 abiza u-R2 000.
Kuleyo naleyo hampa kukhona amaCD kaJamie Foxx, (ne-poster yakhe), T-Pain, Alicia Keys, Amerie, Aaliyah, Babyface, Usher, Angie Stone, Jagged Edge, Chris Brown, Whitney Houston, Anthony Hamilton, Marvin Gaye noMariah Carey.
Ukuze uwine
Gcwalisa izikhala uthole igama elifihlekile ezikweleni ezimnyama. Bhala impendulo kwi-postcard, ubhale igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini ukuthumele kuleli kheli: BONA/Jamie Foxx Block Puzzle Competition, Box 32067, Mobeni, 4060, noma uSMSe uJAMIEFOXX ku-35919. (I-SMS ibiza u-R3.) [z]
BONA ZULU – July 2006
Amahampa amaCD
abiza
