zulu.1804.sheet street
Ungamelana
nekhaya ozolithanda ngalawa maholidi
• Sheeting single asuka ku-R5499
• Duvet inners single asuka ku-R6999
• Duvet covers single asuka ku-R7999
• Scatter cushions asuka ku-R3999
• Bath towels asuka ku-R3999
SEKUYILESO sikhathi sonyaka lapho siye sithokoze emakhaya nabangani nabemindeni. Qhakazisa ikhaya lakho, uhlobise ngezimpahla zakwaSheet Street okuyizitolo okuthengeka kalula kuzona.
Uzothola amanani eningawamela nomndeni wakho - ekubeni nizoluthanda uchunge lwezimpahla zasekamelweni, e-bathroom nase-lounge zesitayela esiphambili.
Mangaza izivakashi zakho ngamakhethini kanokusho namathawula - uzibuke lapho zivula izipho zazo. Ayikho indawo engcono ongathenga kuyo izipho kunakwaSheet Street.
UKUKUSIZA ukuze ube nekhaya ozolithanda, uSheet Street unuika abafundi bakaBONA abangu-30 ithuba lokuwina amavawusha abiza R1 000 iyinye. Lokhu kusho ukuthi abazothola lezi zipho bazokwazi ukuhlobisa amakhaya abo ngokuphambili. Ungenele namuhla - uphethe unyaka ngesitayela. Sekulula kakhulu njengoba uSheet Street usukhona.
Ungafaka isicelo nge-Internet noma esitolo namuhla! Ungakweleta kuphela eSA. Vakashela: www.sheetstreet.co.za noma ushayele inombolo yamahhala ethi: 0800-27-33-48.
Eyodwa yamavawusha angu-30 eSheet Street enani lika-R1 000!
IFOMU YOKUNGENELA
Gcwalisa ifomu yokungenela ekuleli khasi, uphendule umbuzo, uyinamathisele emhlane we-postcard uyiposele kuleli kheli:
BONA/Sheet Street Competition, Box 32067, Mobeni, 4060,
noma uSMSe SHEET ku-35919.
(I-SMS ngayinye ibiza R3.)
IMITHETHO: 1. Lo mncintiswano uvuleleke kunoma ngubani ngaphandle kwabasebenzi bakwaCaxton nabemindeni yabo kanjalo nababathuthukisela ukuthengiswa kwemikhiqizo yabo. 2. Isinqumo samajaji singujuqu, akuyukuxhunywana kubuzwane ngaso. 3. Imiklomelo ngeke ishintshaniswe ngemali. 4. Kuyokwamukelwa kuphela amafomu okungenela angu ‘ngqo’ athunyelwe ngeposi. 5. Imiklomelo engalandwanga ngabanini bayo kuze kuphele izinyanga eziyisithupha, iyodliwa.
Gcwalisa ifomu yokungenela uyiposele kuleli kheli: BONA/Sheet Street Competition, Box 32067, Mobeni, 4060.
Igama: .......................................................................
Ikheli: ........................................................................
........................................ Ikhodi: ..............................
Ucingo/Cell: .............................................................
(Sinike inombolo otholakala kuyona emini.)
Umbuzo: Sithini isiqubulo seSheet Street?
Impendulo: ...............................................................
Usuku lokuvala: December 31, 2008
UNGAWINA KANJANI
BONA ZULU December 2008
