zulu.1715.contents
kulolu shicilelo
izihloko ezishisayo
19 LALA NGOXOLO, RASTA MAN. Njengoba uLucky Dube eshone
emva kwemizamo yokudunwa kwemoto yakhe
engaphumelelanga, sibuza ukuthi bangaki abanye okumele
basishiye emhlabeni - sibheka nendlela esingazivikela ngayo
38 UKUPHEPHA EMGWAQWENI. Usufikile uDecember nezingozi
zomgwaqo - kungani imikhankaso yezokuphepha ingaphumeleli-
90 SIVIKELA IZINGANE EZIHLALA EZITALADINI. Akufanele siziphe ukudla noma imali
December 2007
ezibalulekile
14 Bayadlwengulwa: Abesimame nezingane abaphephile kanti nomhlaba awubasizi ngalutho
22 U-Andile noBonang: Ngabe bazothandana-
24 Imvula ayibonwa: Ngabe abesizwe saBalobedu abasakwazi ukunisa imvula-
26 Okudingayo wukholo: Indlela uMfundisi uDube ahlwayela ngayo ithemba emphakathini
28 Basizwa ezobuciko: Ubuhlalu buyabasebenzela
34 Indawo efanele: Basusa izingane ezitaladini bazisize
68 Ziqashe ngokwakho: Thungela ukuthola inzuzo
88 Baphephise: Hlakanipha ngaleli hlobo (akufanele ulahlekelwe yizingane zakho!)
94 Baphila ngemimoya: Usiko lwabo balugcina ngokushaya izigubhu bagide
96 Baqhamuke neqhinga: Phepha uma ukhipha amaplaki kagesi
102 Oshampeni: Viva Mabhokobhoko Viva!
104 Bacijelwa ikusasa: Abashayi-sibhakela bethu bafundiswa ukonga imali
okwabesimame
48 Ifeshini: Kuqhakaziswa umama nendodakazi ngalo Khisimusi
54 Ezobuhle: Vikela isikhumba sakho elangeni
58 Zama lawa maresiphi angahluphi ube nesikhathi ozosichitha nomndeni nabangani ngalama holidi
62 Ama-fritters nama-muffins
okwabazali
70 Izeluleko zomama nobaba
75 Ezabasha: Ukumelana nokufeyila
funda ngoBONA
78 Amaqiniso nama-puzzle
82 Konke ngamachweba aseSA
84 I-Takalani Sesame
imincintiswano nemititilizo
36 Wina uhambo lwangempelasonto
66 Okwamahhala
99 IBONA Block Puzzle
108 Khomba iBhola
ezingaguqukiyo
l5 Izincwadi l10 Okwenzeka Ezweni l30 Uthini Umthetho l44 Okwenzeka kwiBEC l46 Umbiko wabeBEC l86 Ezempilo l98 Ezemithi l110 Buza kuSis Sarah l112 Izimpendulo ze-puzzle/Abawinile
l114 Izinkanyezi Zakho
Isithombe ekhaveni: IVAN NAUDE
BONA ZULU - December 2007 3
