zulu.1693.lubners belgotex
Wina ifenisha nokhaphethi okubiza R67 000!
Zibusise ngokuqhakazisa ikhaya lakho…
WINA umklomelo wokuqhakaziswa kwe-dining room noma
i-bedroom yakho, kulokho sibonga abakwaBONA, Belgotex Floorcoverings noLubners Furnishers…
1st prize – iLounge suite
Kariba: 2 x 2-seaters ne-2 x 1-seater, okubiza u-R10 000 kanye nokhaphethi weLimelight onendwangu ethungelwe kuwona obiza u-R10 000.
BONA ZULU – December 2006
2nd prize – iDining room suite
Bergamot 11-piece: 8-seater table, 8 chairs ne-wall unit, okubiza u-R18 000 nokhaphethi weVegas onendwangu ethungelwe kuwona obiza u-R10 000.
LUBNERS
Ngo-2005 abakwaLubners bebegubha iminyaka engu-100 baba khona kanti ifenisha yabo iseyintandokazi emakhasimendeni abo athembekile. Kuyinhloso yabo ukunika amakhasimende imikhiqizo ebiza kahle eyikhwalithi kanti lokho kuyisethembiso sabo abazobambelela kusona nakusasa.
Ifenisha yeKariba, Bergamot ne-Angelo ezowinwa kulo mncintiswano iphuma kwamanye amazwe. Iyingxenye yeqoqo lezimpahla zakwaLubners ezibizwa nge “Century Range,” ezenzelwa ukuhambisana nesikhathi sokugubha kwabo iminyaka
engu-100 baba khona.
Okulungele uKhisimusi…
OKWAPHANSI KWE-BELGOTEX
Sekuphele iminyaka engu- 20 abakwaBelgotex benza uchunge lokhaphethi oluhambisana nazo zonke izidingo. Ochungeni lwabo lweBelgotex Home kukhona okhaphethi obathola ngamanani aphansi nangezitayela zakamumva.
Kolunye uchunge lwabo baneColor Rib neColor Velvet kuye kwiLimelight enemibala engu-10 ehlukahlukene, babe neVegas enemibala engu-22 esesitayeleni, noma iReggae ethambile enemibala engu- 15 – banakho okuzomesha impahla yakho.
Uma ufuna ukubona uchunge lwemikhiqizo yakwaBelgotex Floorcoverings:
u Vakashela ku-www. Belgotexfloorcoverings.com;
u Noma ushayele ku- 033-897-7556 ngeminye imininingwane nokuzwa ngezitolo ezinemikhiqizo yabo.
Indlela yokuwina
Gcwalisa ifomu yokungenela uyinamathisele emhlane we-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/Belgotex/Lubners Competition, Box 32067, Mobeni, 4060 noma uSMSse uBELGOTEXLUBNERS
ku-35919.
Kuvalwa mhlaka: 29 December 2006 bese kukhethwa abathathu abawinile.
IFOMU YOKUNGENELA
Gcwalisa ifomu uyithumele kuleli kheli: BONA/
Belgotex/Lubners Competition, Box 32067, Mobeni,
4060.
Igama: ....................................................................
Ikheli: .....................................................................
.......................................... Ikhodi:........................
Ucingo/Cell: ...........................................................
(Sicela usinike inombolo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini.)
Umbuzo: Obani abaxhasi balo mncintiswano
ababili?
Impendulo: ............................................................
Kuvalwa mhlaka: 29 December 2006
BONA ZULU – December 2006
IMITHETHO. 1. Lo mncintiswano uvuleleke kunoma ngubani ngaphandle kwabasebenzi bakwaCaxton nabemindeni yabo, abaxhasi babo nababathuthukisela ukuthengiswa kwemikhiqizo yabo. 2. Isinqumo samajaji singujuqu akuyukuboniswana ngaso. 3. Imiklomelo ngeke ishintshaniswe nemali. 4. Yimingenelo yoqobo kuphela eyokwamukelwa. 5. Imiklomelo okuyophela izinyanga eziyisithupha ingalandiwe iyodliwa.[z]
3rd prize – iBedroom suite
Angelo: double bed, 2 side pedestals ne-dressing table okubiza u-R9 000, nokhaphethi weReggae onendwangu ethungelwe kuwona obiza u-R10 000.
