zulu.1691.pyotts
B4223_11_08
* Uma unemibuzo shayela ku-0860 100 138 (izingcingo zibiza ngokwama-rates ajwayelekile), email talk2us@snackworx.com noma ubhalele kuleli kheli:
Pyotts, Private Bag 116, Rivonia, 2128.
Akahle ehlobo
Thiba indlala kalula ngochunge lwamabhisikidi akwaPyotts
I-Pyotts Cream Crackers ibhakiwe. Ukunambitheka kwayo okuhlofozelayo okufreshi kwenza kube lula ukuyidla nanoma yini. Yidle noshizi noma ugcobe i-fishpaste noma i-garlic
butter kuyona. Abangani bakho bazofuna impinda!
NgePyotts Kips ungahlale uhlafuna usuku lonke, kodwa lawa akahle nasemaphathini kanti atholakala ngezinongo ezihlukene. Ehla kahle uma uwashaya nobhiya kanti aba mnandi kakhulu uma uwadla nama-dips. Njengoba amabhisikidi akwaPyotts ebhakwa engathoswa, akekho ongawathandi.[z]
Ilanga liphumile kanti nabangani sebefikile. Lokho kusho ukuthi sekuyisikhathi sokubatenda ngokokuthiba indlala okuyintandokazi eSA — amabhisikidi akwaPyotts amnandi. Abangani ungabajabulisa kalula ngalawa mabhisikidi.
