zulu.1619.takalani
BONA ZULU - May 2008
UMKHONDO
Moshe, kukhona engikutholayo...
Akekho kulesi sihlahla!
Asimbheke phandle.
Utholani Neno-
Sawubona Neno. Ngabe umgcine nini uKupukeji-
Kade ngimgcinile. Ngethemba ukuthi usaphila.
Akekho futhi endlini yamathuluzi!
Umqondo omuhle lowo.
Wucezu lwe-apula lolu.
Ngabe ukuphi uKupukeji-
Lufunani lapha-
Angicabangi ukuthi usengadini!
Ngethemba ukuthi uyaphila. Mhlawumbe kuzodingeka ngicele uNeno angifunise yena.
Akekho lapha!
Bheka, nalu ucezu oluncane lwe-apula.
Nalu olunye!
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa
leli khuphoni usithumelele
imininingwane yakho ukuze
oyiSanlam advisor noma i-broker
akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Manje sesiyazi ukuthi uyaphila.
Umqondo omuhle lowo Moshe.
Neno, asilandele lo mkhondo wama-apula sibone ukuthi sizofikaphi.
Heyi, uKupukeji udla
i-apula!
BONA ZULU - May 2008
IGAMA ........................................................
IKHELI ........................................................
....................................................................
UCINGO (W) ................... (H) ....................
(Cell)............................................................
ID.................................................................
UMSEBENZI OWENZAYO...........................
Kusobala ukuthi uphila kahle njengoba edla ama-apula amangaka!
Umkhondo wama-apula uphela ngaphansi kwesihlahla sawo. Yini lena engiyibonayo-
Sawubona mngani wami.
