zulu.1580.Revlon FireIce
B 4803_09 _09 IZITHOMBE NGU-Graeme Borchers; I-styling NGU-linda bean; USIZWE NGU-Jani Venter; UMKHANGISI Neo, WAKWA-Model africa
I-Love Her Madly Rendezvous – yenzelwe owesimame omuhle, osesitayeleni okungelula ukumkhohlwa nophendula amakhanda noma kuphi lapho eya khona. Faka lolu nqambothi lwamakha ahlala isikhathi eside.
Amakha amnandi…
Khetha isiqedaphunga esizohambisana nesimo sakho kanye nomcimbi oya kuwona ubheke ochungeni lweziqedaphunga zakwaRevlon olunuka kahle
UCHUNGE lwakwaRevlon lwe-Eau de Toilettes, Body Sprays kanye noKhilimu olunephunga elingapheli oluthenjwayo, lukugcina ufreshi usuku lonke. Ukungashiyi kwalo izinsalela ezimhlophe kusho ukuzethemba okuthe xaxa kanti luthakwe ngamakha aswakamisa isikhumba sibe bushelelezi. Lushibhile kanti owesimame osebenzisa iRevlon uzokwazi ukuqhakambisa ubuyena noma nini noma kuphi.
I-Fire And Ice – yenzelwe owesimame osesitayeleni. Hluka kwabanye ube muhle ulwele ukuphila! Dlala ngomlilo uzipholise ngamaqhwa…
I-Charlie Black – yenzelwe owesimame ozaziyo izinto onamandla nohlale ematasa. Zethembe uziqhole ngephunga le-amber, frangipani, hawthorn, caramel, almond, i-litchi ne-vanilla.[z]
ezentengiso
