zulu.1069.Takalani aug
UMSOCO
BONA ZULU – August 2006
Kulungile, ngiyabuya.
Zikwe, sidinga ubisi olufreshi ukuze senze lesi sinkwa. Ungangithengela lona?
Zuzu, nakhoke!
Kulungile Zuzu, sengihambile!
...sesizothela ufulawa...
Sizobonda ubhanana ngesikhathi sisalindile.
Sizohluba ubhanana ngesikhathi sisalinde ubisi.
Nalu ubisi lwakho olufreshi.
Namuhla sizobhaka
i-banana bread eyenziwe ngobhanana.
Nalu Zuzu.
Nalu Zuzu!
Zikwe, akusilo ubisi lolu. U-ice cream owenziwe ngobisi lona, mina ngifuna ubisi olufreshi.
Ngizosizwa uZikwe!
Zikwe! ushizi lowo, akusilo ubisi. Ushizi wenziwa ngobisi kanti mina ngifuna ubisi olufreshi olunokhilimu.
Sanibonani nonke!
Zikwe! Uzoyisenga wena le nkomazi!
Kulungile Zuzu, ngiyabuya.
Zikwe, ngiwuzwe?
Angazi noma uzozwana yini nami.
Emva kwesikhathi..
Neno, wuzame. Kuhle ukuzama ukudla ongakwazi.
OK Neno, kuhle ukuzama okusha.
Okwabazali Nabanakekela izingane!
Lolu chunge lwanyanga zonke lweTakalani Sesame ongalufunda nezingane zakho luxhaswe ngabakwa
Ummbila odayisayo! Ummbila owosiwe bo!
Neno, sekusele owami kuphela!
Kulungile, Zikwe, kobuye kulunge.
Mmmm, wehla esiphundu Zikwe.
Yini ummbila, Zikwe?
Bukela uSABC1 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-05h30, ubukele uSABC2 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-09h00 ubukele nangemiGqibelo ngo-06h30 ngesikhathi abangani abangomakhelwane uKami, Moshe, Zikwe, Zuzu noNeno behleka bedlala befundisana ngezinombolo nangokunye okuzobacija empilweni kwiTakalani Sesame.
Umnandi Moshe?
BONA ZULU – August 2006
Ummbila
yi-veg elimnandi elinomsoco.
Hey Neno, abangani bayasizana. Thatha lona owami!
Angikaze ngiwudle.
Ngiyabonga Moshe. Mmmm... umnandi!
OK, nami ngizowudla.
Wuzame. Ave umnandi.
