ZULU.145.free
BONA ZULU – February 2007
10 IZIQEDAPHUNGA
Zitholele iSecret!
Kule Valentine’s Day zama isiqedaphunga esisha esizokufaka endleleni yothando.
Ochungeni lweziqedaphunga zeRasasi oluvela phesheya kukhona iSecret enephunga elimnandi eliqhakambisa ubunjalo bowesimame nemizwa yakhe ngothando.
Ukuze uthole ibhodlela leRasasi Secret elilodwa kwangu-10 elibiza uR400, kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini uyithumele kuleli kheli: BONA/Rasasi Secret Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060 noma *uSMSe SECRET ku-35919.
Imititilizo
20 AMAHAMPA
I-Sarafina! yabathandi bamafilimu
Kwi-DVD yeSarafina! equkethe umculo kukhona ne-movie yawo lo mdlalo (eyakhuthazwa nguNelson Mandela) equkethe konke okuchaza ngayo. NgeSarafina! kuhlonishwa amaqhawe omzabalazo ayibamba ngezikhathi zobandlululo kanti ayabongwa nangesibindi sawo.
Ababengakazalwa ngaleso sikhathi bazothola ithuba lokubona ukuthi inkululeko esesinayo nombuso wentando yeningi kwazabalazelwa kanjani.
Le-DVD kanye neCD yomculo odlalwa kuyo ithengwa kakhulu eSouth Africa. Ukuze uzibeke ethubeni lokuzitholela ikhophi eyodwa ebiza R200 kwangu-20 okuyiDVD yeSarafina! neCD yeSarafina!, kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini bese uyithumela kuleli kheli elithi: BONA/Sarafina! Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060 noma *uSMSe SARAFINA ku-35919.
Kuvalwa mhlaka:
28 February 2007
44 AMAVAWUSHA
Iyathambisa, iyashelela ikahle
I-Dawn yi-lotion eyintandokazi eSouth Africa kanti isitholakala ngamaphunga amabili amasha: i-African Marula neLuxurious Avocado.
Lama lotion athakwe ngengxube yowoyela abangajwayelekile, uVitamin E nesithako se-marula ne-avocado. Angena kalula esikhumbeni asishiye sithambile, sibushelelezi sisihle. Zibonele umehluko owenziwa yiDawn esikhumbeni! UBONA unamavawusha eDawn angu-44 abiza R100 iyinye okumele awinwe. Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini uyithumele kuleli kheli: BONA/Dawn Giveaway, P/Bag X9, Kelvin, 2054 noma *uSMSe DAWN ku-35919.
10 AMAHAMPA
Sebenzisa lokhu – uzothokoza!
Sekuphele iminyaka imikhiqizo yakwaGlad yenza ukubhaka nokupheka kube lula. Lelo nalelo khaya liyayidinga le mikhiqizo?
Manje sekukhona uchunge olusha lopulasitiki beTidy abamibalabala abanephunga elimnandi. Labopulasitiki ungabafaka emgqomeni ugcine ikhaya lakho lihlanzekile.
Ukuze uthole i-cooler bag yeGlad eyodwa kwangu-10 eneGlad Wrap, Sandwich Bags, Freezer Bags, Yummy Bags, Bake Paper, Panfit, Foil namaRefuse Bags okubiza R450, kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona emini uyithumele kuleli kheli: BONA/Glad Tidy Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060 noma u*SMSe GLAD ku-35919. [z]
*(I-SMS ibiza R3.)
Izipho zika-R17 000
BONA – August 2005
