zulu.1421.TakalaniJuly
BONA ZULU - July 2007
KHUMBULA
Kupukeji! Ngiyamangala ukuthi ufike kanjani lapha-
Moshe ungakhohlwa ukubuyisela ihhala lakho ehhokweni likaZikwe uma usuqedile.
Uzohamba kanjena Kupukeji. Lena yindawo kuwena kunehhoko likaZikwe!
Kungcono ngikuse kuMoshe, ukuze akubuyisele engadini yakhe!
Eish! Kudingeka ukuba ngihlanze le ndawo!
Kunokherothi omuhle onempilo ongawudla nezihlahla ezinomthunzi ongalala phansi kwazo.
Aah! Ihhala lami! UKupukeji kungenzeka ukuthi nguye ogibele phezu kwehhala lami. Kungenzeka ukuthi ubegibele kulona ngesikhathi ngilibuyisela ehhokweni likaZikwe.
Angazi ukuthi ungene kanjani ehhokweni lakho Zikwe, kodwa ngiyathokoza ngoba usumtholile.
Kufanele ngiqiniseke ukuthi manje anginabo abagibeli!
Hey, yini esinayo lapha-
Zikwe, kufanele uzame ukukhumbula ukuthi ugcine usiphethe kuphi isando. Uma ucabangisisa kahle ngokwenzekile kungenzeka sisithole.
Ngisize uMoshe ekhanda ihhoko lezinkukhu zakhe.
Masibheke laphaya!
Ufunani Zikwe-
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho, nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane yakho ukuze oyiSanlam advisor noma i-broker akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
OK Zuzu!
Abazali nabaNakekela iziNgane!
Aha! Nasi Zikwe!
Ngilahlekelwe yisando sami, ekubeni ngiyasidinga ukukhanda itekisi yami.
Ngigcine ngisisebenzisa lapha ngikhanda leli tafula.
Wow, ngiyabonga Zuzu!
BONA ZULU - July 2007
IGAMA: ........................................................
IKHELI: .......................................................
....................................................................
....................................................................
UCINGO: (W) .................. (H) ......................
Cell: ............................................................
ID: ...............................................................
Kodwa asikho lapha, ngakhoke yini oyenzile ngaso ngaphambi kwalokho-
Lokho kuzwakala njengomsebenzi ka-Inspector Zuzu!
Olunye udaba oluxazululwe ngu-Inspector Zuzu!
