zulu.1404.Takalani Mar
BONA ZULU - March 2007
INDAWO YETHU
Yigoli! Laduuuma!
Nenzani bafowethu-
Eish, kungcono ukube bekuyinkundla ehlanzekile!
Nantoke Zikwe!
Sizama ukudlala ibhola, kodwa kunodoti omningi kakhulu enkundleni.
Asiwucosheni!
Hi Zikwe woza uzodlala nami!
Nazo!
Yini esizoyenza-
Wumqondo omuhle!
Awu, sagcwalisa isikhwama esimnyama ngokushesha.
Nenkundla isiyinhle ungathi yintsha!
Asidlale ibhola1
OK Moshe. Ithi ngikukhombise lishaywa kanjani igoli.
Lelo bhola lidlule kahle lapha kimi!
Oh Zikwe lifike lashaya udoti.
Emva kwesikhathi...
Lwaze lwaluhle usuku!
Lo msebenzi uyakhathaza. Ngidinga ukuphuza amanzi!
Usho ukuthi amanzi ethu okuphuza ayefana namanzi omfula Zuzu-
Yebo kunjalo Moshe.
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho, nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane yakho ukuze oyiSanlam advisor noma i-broker bakuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.Aooooooo
Ahh, lawo manzi amnandi!
Ukudungeka komoya kuyamangalisa kulo mfula!
Zikwe, Zikwe, qhubeka udobe!
Kunjalo Moshe, amanzi ahlanzekile abalulekile kuzo zonke izinto eziphilayo!
Ngani Moshe-
BONA ZULU - March 2007
IGAMA: ........................................................
IKHELI: ........................................................
.....................................................................
......................................................................
UCINGO: (W) .................. (H) ......................
I-Cell: ............................................................
ID: ...............................................................
Siwathola emifuleni lapho imvula iqoqelana khona.
Ngoba uma uqhubeka ukhipha udoti, uzokwenza ingilazi yami yamanzi elandelayo ibe mnandi ngaphezu kweyasekuqaleni!
kuqala
Ngingawuthatha lowo doti Zikwe, ngizama ukuhlanza osebeni lomfula.
Ngiyabonga Moshe, ngicabanga ukuthi muningi ozayo!
Zuzu siwatholaphi amanzi okuphuza-
