zulu.1398.takalani may
BONA ZULU – May 2007
UKWABELANA
Angizange ngize nokudla.
Hi, sengicabange ukunijoyina nonke.
Kwakuhle!!
Ngiyabonga, lokhu kubukeka kumnandi.
...no-lemonade wethu.
Lwaze lwaluhle usuku! Masihambe siyoba ne-picnic epaki.
Kulungile Zikwe, ungadla nathi amasemishi ethu...
Siyakwamukela Zikwe!
Umqondo omuhle lowo Zuzu.
Mmmm, manje sesizothokozela okumnandi kokubamba umoya.
OK, ngizothola amasemishi ne-lemonade esizokuphatha.
Oh dear!
Ngiyabonga bangani, kumnandi ukudla esikudla ndawonye!
Yebo Moshe. Ngilambile futhi ngomile!
Ngizotshela uZikwe, mhlawumbe uzosijoyina.
Yini kwenzenjani Zikwe?
Ngiyabonga Zuzu. Selokhu umama abulawa yiHIV/AIDS, ngimkhumbula kakhulu.
Hello Kami, wenzani?
Lokho kungakuhle kakhulu Zuzu.
Takalani Sesame and Sanlam - Helping to develop your child’s potential
Abazali nabaNakekela iziNgane!
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho, nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane yakho ukuze oyiSanlam advisor noma i-broker akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Kuyathokozisa Kami. Ukwanga umngani, kukhombisa ukuthi uyamthanda.
Ukhathazeke kakhulu Kami?
Ngiyabonga Zuzu, sengizizwa ngingcono.
Yebo kunjalo Zuzu.
BONA ZULU – May 2007
Ngibuka isithombe sikamama.
IGAMA: ........................................................
IKHELI: .......................................................
....................................................................
....................................................................
UCINGO: (W) .................. (H) ......................
Cell: ............................................................
ID: ...............................................................
Umama wakho wayengeve emuhle.
Ngiyabonga Zuzu. Ungumngani omkhulu!
Uyafuna ukuba ngikwange ukuze uzizwe ungcono?
