ï»¿Injongo Yethu

Ukuba siphumelele ekwenyuseni izinga lezempilo kobona bonke abantu balesisifunda saKwaZulu-Natal

 



Umgomo Wethu

Ukuba sakhe isimo esiyokwenza ukuba sikwazi ukubambisana nokuhlanganyela ekwakheni zimo ezingcono kuwona wonke amazinga abantu ngokohlelo oluphucuzekile lwezempilo

 



Izimo Ezibalulekile 



Ukuthembeka okwakhelwe eqinisweni, ukubaqotho kanye nokubuyisana

  

Ukuxhunmana okuvulekile nokubonisana

  

Ukuzinikela okusezingeni eliphakeme

  

Ugqozi lokufunda, ukuletha inguquko nokudala amasu amasha okusebenza 

 

