Zulu.96.Takalani
IMIZIMBA YETHU
62 BONA ZULU - July 2006
Moshe, uma uzivocavoca kumele wenze okungaphezulu kokubuka amavemvane. Gijima udlale. Ngokuzivocavoca silula imisipha kuvuleke namaphaphu.
Moshe, woza uzogijima nathi, kuhle ukuzivocavoca.
Hey, awubheke, uMoshe uyagijima!
Liyashesha.
Ngaze ngakhathala.
Futhi kumnandi ukuzivocavoca!
Nanti uvemvane... Ngisalijaha!
Saze sakuthola...
Zuzu, ngizivocavoca ngokwanele uma ngibuka amavemvane.
Silinde!
Ngokuhamba kwesikhathi, uKami udlala
phandle...
Ok Kami, bheka la. Moshe, ndiza njengovemvane.
Ngenzisa umzimba wami lokho engifuna ukwenze.
Yebo.
Okwabazali Nabanakekela izingane!
Lolu chunge lwanyanga zonke lweTakalani Sesame ongalufunda nezingane zakho luxhaswe ngabakwa
Milenze phakama...
Wow, kuzwakala kumnandi lokho. Ngingakuzama"
Angindizi nje!
Zingalo zikaKami phakama... Zingalo zikaKami shona phansi.
Milenze yehla...
Hey, akwenzeki lutho nje!
Bukela uSABC1 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-05h30, ubukele uSABC2 ngeMisombuluko kuya koLwezihlanu ngo-09h00 ubukele nangemiGqibelo ngo-06h30 ngesikhathi abangani abangomakhelwane uKami, Moshe, Zikwe, Zuzu noNeno behleka bedlala befundisana ngezinombolo nangokunye okuzobacija empilweni kwiTakalani Sesame.
Mhlawumbe kumele uqale ngokwenza okulula Moshe.
Mmm, OK. Mzimba wami, asihambe sifune uvemvane.
BONA ZULU - July 2006 63
Uvemvane lubalekile! Oh, sawubona Kami, wenzani"
Yingoba umzimba wami lona kanti wenza engifuna ukwenze.
