zulu.895.helplinesE
BONA – August 2005
Usizo... shaya ucingo
Beka lolu luhlu eduze kocingo lwakho, ukuze usizakale lapho udinga usizo
nguGRACE KHUZWAYO
izingcingo zosizo zansuku zonke
Action On Elder Abuse: eyabantu abadala abahlukumezekile: 0800-003-081.
AIDS: usizo nokwelulekwa: 0800-012-322.
Al Anon: okwemindeni (kubandakanya) nezingane zabantu abanenkinga ekuphuzeni: 021-592-3970.
Alcoholics Anonymous: eyabantu abanenkinga ekuphuzeni: 011-436-0116.
Anxiety And Depression
For Police Personnel: usizo nezeluleko kulabo abangamalungu ombutho wamaphoyisa: 0800-205-026.
Association For People With Disabilities: usizo nezeluleko kwabadala nezingane ezinokukhubazeka: 012-328-6447.
Black Sash: usizo lwezomthetho nezeluleko njengokuthola isondlo sikahulumeni nokunye: 021-461-7804.
Childline: usizo lwazo zonke izingane ezihlukunyezwayo noma ezisenhluphekweni: 0800-055-555.
Department Of Social Development: uma ubuza ngezondlo zikahulumeni noma ufuna ukubika ngobugebengu obenzeka kuzo: 0800-601-011.
Emergency Police: 10111.
Emergency Ambulance: 10177.
Emergency Contraception: ukuthola ulwazi ngezimo eziphuthumayo ngezinto zokuvikela ukukhulelwa: 0800-246-432.
Epilepsy South Africa: izeluleko nosizo kubantu abanobulephelo: 011-816-2040.
FAMSA (Family and Marriage Society Of South Africa): izeluleko ngezeMishado nokuzwana emindenini: Gauteng: 011-975-7106/0; KZN: 031-202-8987.
Gamblers Anonymous: ukufundisa umphakathi nokuvikela; ukwelashwa nokwelulelwa kulabo
abanenkinga yokugembula: 086-123-3578.
Headway: izeluleko nosizo kubantu abanokulimala ekhanda nabane-stroke: KZN: 031-266-2709; Gauteng: 011-442-5733; fax: 011-447-9957.
Lifeline: kunanoma yiziphi izinkinga zanoma yiluphi
uhlobo: 086-132-2322.
loveLife: kweyamahhala 080-012-1100 noma 1900
Marie Stopes Clinics: usizo nokwalulekwa ekukhulelweni, ekuvikeleni ukukhulelwa nasekukhipheni isisu: 0800-117-785.
National Responsible Gambling Programme: ukufundisa umphakathi nokuvikela; ukwelapha nosizo lokwalulekwa kwabanenkinga yokugembula: 0800-006-008; 021-797-0190.
Poison Centre: ulwazi nezeluleko ngokwelashwa kokuphuzwa kwemithi ngokweqile, nokungenwa wushevu ngengozi: 0800-333-444.
Quadpara Association Of South Africa: izeluleko nosizo kubantu abakhubazeke ngokomzimba: 031-767-0348/5.
Red Cross Children’s Hospital Poison Line: ulwazi nezeluleko ekwelashweni ekusebenziseni ushevu ngokweqile ngengozi: 021-689-5227.
SA National Council On Alcohol And Drug Dependence: usizo
lokuvikela nokwelashwa: 011-482-7187.
SA Council for the Blind: usizo kwabangaboni: 012-452-3811.
Stop Gender-based Violence: abesimame abahlukumezekile, izingane nabesilisa,
kubandakanya ukudlwengulwa nodlame lwasekhaya: 0800-150-150.
Suicide Crisis Line: usizo nezeluleko kulabo abaphethwe wukukhathazeka nasebecabanga ukuzibulala: 0800-567-567.
BONA ZULU – February 2008
u
t
BONA ZULU – February 2008
Izingcingo zabathengi, izikhalo nokunye
Advertising Standards Authority: izikhalo ngezikhangiso ezidukisayo. Izikhalo kumele zibhalwe - ngemininingwane yokukhalaza, bathinte: fax 011-781-1616;
E-mail: complaint@asasa.org.za
The Association Of Debt Recovery Agents: izikhalo ngezenzo zabaqoqa izikweleti: 041-583-5396.
Broadcasting Complaints Commission: izikhalo ngokuhlambalazayo
ezinhlelweni noma kwezentengiso emisakazweni neTV: 011-325-5755 ngemininingwane yokufaka isikhalo sakho.
The Council Of Medical Schemes: izikhalo nganoma yini yama-medical scheme: 012-431-0500; fax: 012-430-7644.
Credit Information Ombudsman: izikhalo zabathengi namabhizinisi ngokungabi nalwazi ngezikweleti: 0861-662-837.
The CCMA (Commission for Conciliation, Mediation and Arbitration): izeluleko nosizo kuzo zonke ezithinta ezabasebenzi: 0861-161-616.
The Financial Services Board: izivumelwano ngezimakethe zezimali, imishwalense yesikhathi
eside noma esifishane nezikhwama zezimpesheni:
0800-110-443.
Furniture Traders’ Association: izikhalo ngabathengisi befenisha:
011-789-6770/1/2; 0861-998-877.
The Health Professions Council Of South Africa: izikhalo ngodokotela abelaphayo nabamazinyo: 012-338-9300; fax: 012-328-5120.
The Law Society: izikhalo ngokusebenza kwabammeli: 033-345-1304.
Legal Aid Board: izeluleko zamahora angu-24: 08610 LEGAL (53425).
National Consumer Forum:
ukubika usizo lomphakathi olungeluhle, imikhiqizo yekhwalithi engekho ezingeni noma ezithinta abathengi: 012-428-7071.
Ombudsman For Banking Services: izikhalo: 011-838-0035. (Amakhasimende kumele akhalaze ebhange kuqala, ngaphambi kokuxhumana nehhovisi le-adjudicator).
Ombudsman For Life Insurance: izikhalo ezithinta imishwalense: 021-657-5000.
The Public Protector: ukucubungula izikhalo zokungaphathwa kahle kwabantu okwenziwa yinoma yimuphi umnyango kahulumeni: 0800-112-040.
Post Office: izikhalo: 0860-111-502.
Retail Motor Industry: izikhalo noma izinkinga zokuthengwa kwezimoto. (Amakhasimende ayanxuswa ukubuza ukuthi igaraji noma umdayisi afuna ukusebenzisana naye ukhona
yini ngaphansi kwabeRetail
Motor Industry, noma i-RMI):
Western Cape: 021-939-9440;
Port Elizabeth: 041-364-0070;
KZN: 031-266-7031;
Tshwane: 012-348-9311; Bloemfontein: 051-430-3294; Randburg: 011-789-2542
The South African Insurance Association: imibuzo nezikhalo ezibhekene nemishwalensi yesikhathi
eside noma esifishane:
011-726-5381. [z]
Usizo...shaya ucingo
