zulu.860.blockpuzzle
WINA!
i-block puzzle
Zithokozise uthuthukise ulwazi lwakho lwesiNgisi. Phendula ngokuyikho ulandele imicibisholo uzothola igama lomculi ezikweleni ezimnyama.
R500 ukheshi
Ukuze uwine R500 ongukheshi, kufanele ugcwalise izikwele uthole igama elifihlekile. Sikufakele nesithombe ukuze kube lula kuwena. Bhala impendulo kwi-postcard, igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini bese ukuthumela kuleli kheli: BONA/March Block Puzzle No 77, Box 32067, Mobeni, 4060 noma uSMSe impendulo ku-35919. (I-SMS ngayinye ibiza R3.) [z]
no. 77
