zulu.1311.Clicks
B5044/12/09 Umthwebuli-zithombe Graeme Wyllie; izindlela zokuhlela nguLinda Bean
Hello, NginguLerato, ngizogubha okokuqala iholidi lami leSafeway...
WuKhisimusi wami wokuqala ngihleli nabasemzini. Sengikubheke ngabomvu ukupheka. Eziphweni zami zomshado ngajabula ukuthola izimpahla zikagesi ezintathu zeSafeway - iSafeway Steamer, Safeway Blender neSafeway Donut Maker – zonke ezenzelwe ukwenza lula umsebenzi wami ekhishini nokuba ngiwuthokozele.
Ngiyazithemba izimpahla zeSafeway, zingezekhwalithi ephambili kanti azibizi. Imikhiqizo yeSafeway yakhiwe kahle kanti inesiqiniseko sokubuyiselwa imali yakho sezinyanga ezingu-12.
I-Safeway Steamer yami yonga isikhathi nogesi - kanti ingenye yezindlela ezinempilo yokusebenza ngokudla. I-Safeway Blender iyashesha kanti kulula ukuyisebenzisa ekubeni iSafeway Donut Maker iyathokozisa kangangoba akekho okholwayo uma ngithi ngiyazenzela ama-donuts!
Ngakhoke nansi indlela enhle yokupheka okumnandi ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi - Lerato
Kutholakala kwaClicks. Ngemininingwane shayela kule nombolo: 0860 CLICKS (254 257) noma uvule ku-www.clicks.co.za
“Kuzokuba wukudla okumangalisayo okuzophuma ekhishini lami ngalo Khisimusi. Ngizokube ngipheka inkukhu kwiSafeway Steamer yami ukuze kube ngeconsisa amathe kungalahleki ngisho nomncane ujusi onomsoco futhi ilunge ngokuphazima kweso. Lokhu kuyefana nasezitshalweni zami - nokuyinto enhle nenempilo kunokuwabilisa.
I-Safeway Blender yami izobe isebenza yenza okumnandi nezibiliboco zethu sonke. Ngiyophinde ngenze netiye engizokwehlisa ngalo engikwenze kuSafeway Donut Maker”[z]
I-Safeway Donut Maker R149.99
Izindlela zokuphila
I-Safeway Steamer
R399.99
(Itholakala ezitolo ezikhethekile zakwaClicks)
EZENTENGISO
I-Safeway Blender
R299.99
