zulu.778.pep
udaba oluxhasiwe
Ukhona umngani ozokusiza
KUBUYELWA esikoleni nase-msebenzini - kanti kungenzeka ukuthi usazizwa ukhathele! Kungakhoke kubalulekile ukwesekwa abomndeni nabangani kanti uma ulekelela umzimba wakho ezidingweni zawo ungaphila kahle...
Ukugqilazwa amaholidi nomsebenzi kungakushiya ukhathele - uphathwe wumkhuhlane kalula. Ungavuselela umzimba wakho ngamavithamini.
Ukudla okungenawo amavithamini nama-minerals kungaba nomthelela omubi esikhumbeni, ubhocobale, imisipha yakho ingaqini kahle. Kungenzeka ubuye uqunjelwe uphelelwe amandla.
Usizo ungaluthola ezitolo zakwaPEP ezingu-800 ezikulo lonke elaseSA. Sibonga uchunge lwabo lweMixture Of Life lwemikhiqizo yempilo ngoba ungazizwa ukahle unamandla ngokushesha!
Lolu chunge lunama-mineral namavithamini kanti kukhona noluthakwe nge-aloe ferox ne-African potato. Imikhiqizo yakwaPEP yeMixture Of Life inconywa nayiSA Medicines Control Council kanti ihloliwe ukuze kutholakale ukuthi isebenza kanjani.
Ungazikhethela uchunge lokunakekela umndeni wakho ngoba kukhona okuvuselela amasosha omzimba, imithi yokukhwehlela kanye nemithi yokuhlambulula isisu. Kule mithi ungafaka nephalishi elingadingi kuphekwa.
Lolu chunge lwenziwe kucatshangelwa impilo yakho - ngoba ubungani busho lokho...[z]
Khetha uchunge lwemithi ezokusiza ukuze ubhekane nokukha-ndleka kwempilo
BONA ZULU - February 2008
