zulu.744.Takalani
BONA ZULU - June 2007
UKUZIVOCAVOCA
Bekumnandi Kami, asidlale futhi emva kwedina.
Ukuzivocavoca kusilungele! Kuvula amaphaphu kwenze sizizwe sikahle.
Moshe, ukusebenza engadini akulula neze!
Ngizodlala nani uma nizongisiza sitshale lesi sihlahla.
Kunjalo, Moshe!
Yindlela enhle yokuzivocavoca lena. Ithenisi asiyidlale kusasa!
Benginethemba lokuthi uzokusho lokho. Lo msebenzi uyangomisa.
Nenzani-
Eish, unzima lo msebenzi.
Unzima lo msebenzi Moshe!
Kodwa sizosizakala. Sizoba sihle lesi sihlahla!
Sizivocavoca ngokudlala ithenisi. Woza nawe uzodlala nathi.
Nami futhi! Asithole iziphuzo ezibandayo!
Ngiyabonga, Zikwe. Sibukeka simnandi isiphuzo sakho!
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho, nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni usithumelele imininingwane yakho ukuze oyiSanlam advisor noma i-broker akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Abazali nabaNakekela iziNgane!
Sawubona Zikwe, ilanga lisibulele njengoba besisebenza engadini. Sidinga iziphuzo ezibandayo.
Ngicela ibhodlela eliluhlaza.
Kulungile Moshe. Udinga amabhodlela amangaki-
Ngicela elibomvu.
Kulungile, Moshe.
Nami futhi!
Azoba mathathu Moshe. Nithanda umbala onjani-
BONA ZULU - June 2007
IGAMA: ........................................................
IKHELI: .......................................................
....................................................................
....................................................................
UCINGO: (W) .................. (H) ......................
Cell: ............................................................
ID: ...............................................................
Siyaqabula lesi siphuzo, kuthi angiphinde ngisebenze engadini.
Ngicela esami, esikaKami, nesikaZuzu.
Nizothola elilodwa eliluhlaza namabili abomvu.
Asitshale esinye isihlahla!
Yay!
