zulu.717.glenryck
Uthi ubuwazi?
Inhlanzi iGlenryck igcwele izithako ezinika impilo njenge-Omega 3 oils, calcium nama-protein akhulisa izinyama anike amandla!
Umndeni wakho uyakudinga lokhu nsuku zonke ukuze uhlale uphilile. Ayikho enye indlela ongakwenza ngayo lokhu ngaphandle kwenhlanzi iGlenryck!
Vele udonsele emumva isivalo esivuleka kalula ethinini leGlenryck bese uthokozela ubumnandi balesi sidlo njengama-snack noma ingxenye yeresiphi yakho oyithandayo. Iyatholakala ngokunambitheka kwe-original tomato noma i-spicy chilli - kodwa ubumnandi bayo abushintshile nakancane!
GLENRYCK SUMMER SALAD
Kwanela abane
2 amazambane acwecwiwe abiliswa asikwa izingcezu
2 utamatisi osikwe izingcezu
10 izingcezu zika-cucumber
4 i-spring onions esikwe izingcezu
250g i-string beans ebilisiwe
20ml i-sunflower oil
20ml i-wine vinegar emhlophe
usawoti
uphepha omahhadla
1 x 215g inhlanzi iGlenryck ecwengiwe
i-parsley eqotshiwe
1. Faka amazambane kwi-mixing bowl.
2. Faka utamatisi, u-cucumber, i-spring onions ne-string beans. Kubeke eceleni.
3. Kujeke hlanganisa i-sunflower oil, i-wine vinegar emhlophe, usawoti nophepha. Kugovuze ukuhlanganisise.
4. Thela i-dressing phezu kwe-salad, ufake ne-parsley ngokuthanda kwakho.
5. Kuseve nenhlanzi iGlenryck nesinkwa esiyi-crust.[z]
Ukwenza inhlanzi
esemathinini
iGlenryck ibe yingxenye yomndeni wakho, yiyona ndlela enhle yokwenza abathandiweyo bakho baphile!
Ngolunye ulwazi ngenhlanzi esemathinini iGlenryck noma uma ufuna ukuthola amanye amaresiphi ehla esiphundu, vakashela ku-www.nola.co.za
Yiba
ngumqemane
ngeGlenryck esethinini
