zulu.70.yourfamily_free
Izipho zika
Izinwele ezigqamile
Njengefeshini, ukudaya izinwele kungakushintsha ubukeke umusha, uchachambe ube muhle ngombala ofanele ibala lakho. Uchunge lwe-Black Chic® Permanent Hair Colour lushibhile, kulula ukulusebenzisa ekhaya kanti luhambisana neDeep Penetrating Conditioner ekunika izinwele ezithambe ngokusasilika, ezigqamile nezicwebezela ngokwemvelo.
UBONA unamahampa emikhiqizo yeBlack Chic® angu-8 abiza R500 iyinye ophisana ngawo. Thumela igama lakho, ikheli nenombolo yocingo nge-postcard kuleli kheli: BONA/Black Chic Giveaway, Box 473014, Parklands, 2121, noma uSMSe BLACKCHIC ku-35919.
Ngeminye imininingwane shayela le nombolo yakwaMarico SA Pty Ltd yokunakekelwa kwamakhasimende: 031-451-3900.
OKWAMAHHALA
Izingane eziyimiqemane
I-Turbokidz wuchunge lwezakhamzimba zemvelo olufeza izidingo zokudla kwezingane ezikhulayo.
Yondla izingane zakho ngeTurbokidz Smart Shakes zithole amandla, iSmart Omega Soft Gels esiza ekusebenzeni nasekukhuleni kwengqondo, neSmart Multi+ Capsules (noma amaChews ezingane ezincane kakhulu) esiza ukuze zikhule kahle kugayeke nokudla.
UBONA unamahampa angu-12 eTurbokidz abiza R400 iyinye onikezela ngawo. Bhala igama lakho, ikheli nocingo kwi-postcard uyiposele lapha: BONA/Turbokidz Giveaway, Box 473014, Parklands, 2121, noma uSMSe turbokidz ku-35919. [z]
Izinwele ezicwebezelayo
Imikhiqizo yokunakekelwa kwezinwele yakwa-African Gold ishiya izinwele zinempilo zizinhle. I-Conditioning Shampoo ikahle ezinweleni ezeluliwe noma ezonakele kanti iLeave-in Conditioner izivikela kuma-hot-irons nakuma-blow-dryer.
I-African Gold All Over Wonder Oil yenziwe ngowoyela nezithako ezicolisekile kanti ungayisebenzisa nasemzimbeni.
UBONA uphisana ngamahampa emikhiqizo ye-African Gold angu-10 abiza R400 iyinye. Thumela igama lakho, ikheli nenombolo yocingo kuleli kheli: BONA/African Gold Giveaway, Box 473014, Parklands, 2121, noma uSMSe AFRICANGOLD
ku-35919.
Ngeminye imininingwane shayela uJ Strickland Africa ku-031-700-8263, e-mail info@jstricklandafrica.com noma uvule ku-www.jstricklandafrica.com
Vula ibhizinisi
Ngo-R500 nje kuphela i-2nd Cell inika amakhasimende ayo i-starter pack sokuvula ibhizinisi esibiza
R2 000! Sihambisana ne-training manual, isikhwama se-2nd Cell, i-T-shirt, i-bib nekapisi nethuba lokudayisa i-airtime, ama-contracts, ama-starter pack nokunye. SMSa MY BUSINESS ku-32187. (I-SMS ibiza R1 iyinye.)
UBONA uphisana ngama-starter pack ebhizinisi amahlanu. Bhala igama lakho, ikheli nocingo kwi-postcard uyithumele kuleli kheli: BONA/2nd Cell Giveaway, Box 473014, Parklands, 2121, noma uSMSe SECONDCELL
ku-35919.
Kuvalwa: December 31, 2009.
*(I-SMS ibiza R3.)
